paroles de chanson / Musa parole / Noma lyrics  | ENin English

Paroles de Noma

Interprètes MusaMnqobi Yazo

Paroles de la chanson Noma par Musa lyrics officiel

Noma est une chanson en Zoulou

Noma ngawushiy’umhlaba
Noma ngayek’ uk’phila
Nhliziyo yam iyajabula
Ngoba ng’thandile

Noma ngawushiy’umhlaba
Noma ngayek’ uk’phila
Nhliziyo yam iyajabula
Ngoba ng’thandile (Ngoba ng’thandile)

Mhla k’phela umusungafika mina ngithandiwe
Noma sengafa ak’sena nkinga
Ngithol’ingelosi ephil’emhlabeni, oh yah
Nkabi zami zithi uyipopol' ingozi
Ngoba sek’ngathi uthanda kakhulu
Kanti liphi iphutha lakho mang’thanda umntana womuntu, oh yah

Ah ah ngikuthandile
Ah ah ngikuthandile

Mina ng’loku, loku, loku, loku, loku, loku, loku, loku, loku, loku
Ngikuthandile (Ngikuthandile mina wemntanomuntu)
Mina ng’loku, loku, loku, loku, loku, loku, loku, loku, loku, loku
Thandile

Noma, noma ngikubhek’emehlweni
Nhliziyo yam yabalisa, balisa ngothando lwethu oh, oh
Looking back at everything that we’ve been through
Now I understand, it’s ‘bout me and you
Thath' inhliziyo yam, gcin’umphefumlo wam
Makube nakuwe

Noma ngawushiy’umhlaba (Noma ngawushiy’umhlaba)
Noma ngayekuk’phila (Nhliziyo)
Nhliziyo yam iyajabula (Yona iyojabula)
Ngoba ng’thandile

Noma ngawushiy’umhlaba (Noma)
Noma ngayekuk’phila
Nhliziyo yam iyajabula
Ngoba ng’thandile

Ah ah ngikuthandile (Ngikuthandile)
Ah ah ngikuthandile (Wemntanomuntu)

Mina ng’loku, loku, loku, loku, loku, loku, loku, loku
Ngikuthandile (Ngikuthandile ngikuthandile)
Mina ng’loku, loku, loku, loku, loku, loku, loku, loku
Thandile

Ah ah ngikuthandile (Ngikuthandile ngikuthandile)
Ah ah ngikuthandile
Ah ah ngikuthandile
Ah ah ngikuthandile
Droits parole : paroles officielles sous licence Lyricfind respectant le droit d'auteur.
Reproduction des paroles interdite sans autorisation.

Commentaires sur les paroles de Noma

Nom/Pseudo
Commentaire
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - Tous droits réservés. www.paroles-musique.com
Connexion membre

Se connecter ou créer un compte...

Mot de passe oublié ?
OU
CREER COMPTE
Sélectionnez dans l'ordre suivant :
1| symbole à droite de l'ampoule
2| symbole à gauche du pouce en l'air
3| symbole à droite de l'étoile
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid