paroles de chanson / Bhekumuzi Luthuli parole / Kukhona Engizo Kubona lyrics  | ENin English

Paroles de Kukhona Engizo Kubona

Interprète Bhekumuzi Luthuli

Paroles de la chanson Kukhona Engizo Kubona par Bhekumuzi Luthuli lyrics officiel

Kukhona Engizo Kubona est une chanson en Zoulou

Nayi impelasonto seyifikile
Khona ngizoke ngibone kahle
Uyeza noma akezi

Nayi impelasonto seyifikile
Khona ngizoke ngibone kahle
Uyeza noma akezi

Nanti oLwesihlanu selifikile
Khona ngizoke ngibone kahle
Ukhona noma akekho

Bash abantu bath'umlomo uma undikiza
Kukhon'ozomamatheka naye
Bashintshe bethi neso lami uma lindikiza

Noma kanjani kukhon'esengizombona
Noma kanjani kukhon'esengizombona

Bashintshe bethi neso lami uma lidlikiza
Noma kanjani kukhon'esengizombona
Noma kanjani kukhon'esengizombona

Nayi impelasonto seyifikile
Khona ngizoke ngibone kahle
Uyeza noma akezi

Nayi impelasonto seyifikile
Khona ngizoke ngibone kahle
Ukhona noma akekho

Bash'abantu bath'umlomo womuntu uma undikiza
Kukhon'ozomamatheka naye
Bashintshe bethi neso lami uma lidikiza

Noma kanjani kukhon'esengizombona (Angazi nom'uyeza)
Noma kanjani kukhon'esengizombona (Ngithemba yena ngath'uyeza)

Noma kanjani kukhon'esengizombona (Angazi nom'uyeza)
Noma kanjani kukhon'esengizombona (Kufanele ngihlale ngilindile)

Noma kanjani kukhon'esengizombona (Wayitshela yena wath'uyeza)
Noma kanjani kukhon'esengizombona (Angazi nom'uyeza)
Noma kanjani kukhon'esengizombona

Kufanele ngihlale ngilindile
Kufanele ngihlale ngilindile
Angazi nom'uyeza

Noma kanjani kukhon'esengizombona (Kufanele ngihlale ngilindile)
Noma kanjani kukhon'esengizombona (Kufanele ngihlale ngilindile)

Noma kanjani kukhon'esengizombona
Noma kanjani kukhon'esengizombona
Noma kanjani kukhon'esengizombona (Bashintshe bethi neso lami uma lidikiza)
Noma kanjani kukhon'esengizombona
Noma kanjani kukhon'esengizombona
Droits parole : paroles officielles sous licence Lyricfind respectant le droit d'auteur.
Reproduction des paroles interdite sans autorisation.

Commentaires sur les paroles de Kukhona Engizo Kubona

Nom/Pseudo
Commentaire
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - Tous droits réservés. www.paroles-musique.com
Connexion membre

Se connecter ou créer un compte...

Mot de passe oublié ?
OU
CREER COMPTE
Sélectionnez dans l'ordre suivant :
1| symbole à gauche de la croix
2| symbole en bas de l'appareil photo
3| symbole en bas du casque
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid