song lyrics / TS GWAZELA / Imizwa (feat. Malimela Sibusiso) lyrics  | FRen Français

Imizwa (feat. Malimela Sibusiso) lyrics

Performer TS GWAZELA

Imizwa (feat. Malimela Sibusiso) song lyrics by TS GWAZELA official

Imizwa (feat. Malimela Sibusiso) is a song in English

Mizwa yami
Mizwa yami
Mizwa yami ke wooh
Mizwa yami
Mizwa yami
Mizwa yami
Wooh
Ngicela ukunixoxela ngesthandwa sami esangishintshela uthando lwami ngolwezinkintshela
Kshuthi ngaphuma kusempondo zamnenke ngokukhala kwequde, ngingumuntu olibangise le kude kude emanzini
Ngihamba nje ngingumuntu ozobuya eskhathini
Nanguya ke mina eGoli esikhumulweni sezindiza mshini
Esangana ngami unontombi lona
engezwa mshini
Kwabe isiyaphakama indiza mshini isilibangise
Emafini yena esala emhlabathini
Ngihamba nje ngingumuntu ozobuya eskhathini
Mayibuyele ekhaya wooh
Buyele ekhaya
Mizwa mayibuyele ekhaya wooh
Buyele khaya
Kodwa inina nje boDanisa enathi konke engikufunayo ngizokuthola
Manje maxhegu amadala nathula nabuka imshophi yemihlola ingiphendula ibhola
BoNondeni niyibuka kanjani umhlaba bafwethu ungiqola
Nanginika intombi maqede futhi nina nangikhuza
Ningikhuzelani ngoba bafwethu bengithi umakoti wenu ulontuza
Nabuka umhlaba nabantu bawo boDanisa bengichukuluza, ngiphenduleni zindlondlo ezinkulu ngiyabuza
Haw!
Ninginika kanjani izinto bafwethu phathaphatha futhi seniyazithatha
Nabukisa ngami ezitheni zasezembeni boNondeni ngeke bafwethu ngiphenduleni
Mayibuyele ekhaya
Ngizonibalisela ngesthandwa sami esaqoma koDanisa
Sase siyodayisa imizwa yami sakungishintshela nabangani
Kuthe sengisemanzini imanzi yami yaguquka yangikhombisa olunye uhlangothi
Ngiyasola yayisibonile ukuthi kshuthi ngidla imbuya ngothi
Kodwa futhi kanjani ngoba yayithe lonke olwami uhlangothi luwunqambothi
Ngithe mangibuyela ekhaya ezinyangeni izinto emhlabeni zazingasafani nasekuqaleni
Emva kwesikhathi eside sakhumbulana
Unontombi lona wangibona imizuzwana
Saphuthumana saphululana naxhagana kanti sekuyiyona ndlela yokuhlukana.
Aah
Mizwa yami
Mizwa yami
Aw wooh
Mizwa yami wooh
Haa ngemizwa yam
Mizwa yami
Mizwa yami
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.
Writers: Sibusiso Malimela, Thulebona Mcineka
Copyright: O/B/O DistroKid

Comments for Imizwa (feat. Malimela Sibusiso) lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the top of the suitcase
2| symbol at the top of the smiley
3| symbol at the bottom of the thumbs up
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid