song lyrics / TK Goodman / Impumelelo lyrics  | FRen Français

Impumelelo lyrics

Performer TK Goodman

Impumelelo song lyrics by TK Goodman official

Impumelelo is a song in Zulu

Noma kanjani
Noma kumnyama kowami umhlaba
Angina worry sbali
Inkos'ikhona eduze kwami
Ngisho yon'insimb'edlezinye
Ongivus'ekuseni angisul'inyembez'emehlweni
Ngimzwile
Engihlebel'endleben'uma ethi

Mina ngizophila
Ngizophumelela
Ngizofika
Lapho ngiya khona
Mina ngizophila
Ngizophumelela
Ngizofika
Lapho ngiya khona

Noma ngihamb'egodini lethunzi lokufa
Angiyokwesaba ngiyodlula ngomusa
Ngipheth'uSomandla
Soze ngabuyela emuva yeah
Ngoba leliphupho enginalo
Lizofezeka ng'phume nam kulendowo egcwel'usizi
Ushilo yena kim'uMsindisi

Wathi ngizophila
Ngizophumelela ngizofika
(Ngizofika) Lapho ngiya khona (lapho ngiya khona)
Mina ngizophila (ngizophila)
Ngizo..(Ngizophumelela)
Ngizofika (ngizofika)
Lapho ngiya khona (lapho ngiya khona)

Indlela yam'ibheke phambili (lapho ngiya khona)
Phambili (lapho ngiya khona) Impumelelo yam
Ikhona phambili (lapho ngiya khona
Lapho ngiya (khona)
Indlela yami yon'ibheke phambili (lapho ngiya khona)
Phambili (lapho ngiya khona) Impumelelo yam
Ikhona phambili (lapho ngiya khona
Lapho ngiya (khona)

Mina ngizophila (ngizophila)
Ngizo....yeah(Ngizophumelela)
Ngizofika
(Ngizofika) Lapho ngiya khona (lapho ngiya khona)
Mina ngizophila (ngizophila)
(Ngizophumelela) Ngizofika
(Ngizofika) Lapho ngiya khona
Lapho ngiya khona

Indlela yam'ibheke phambili (lapho ngiya khona)
Phambili (lapho ngiya khona) Impumelelo yam
Ikhona phambili (lapho ngiya khona
Lapho ngiya (khona)
Indlela yami yon'ibheke phambili (lapho ngiya khona)
Phambili (lapho ngiya khona) Impumelelo yam
Ikhona phambili (lapho ngiya khona
Lapho ngiya (khona)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Impumelelo lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the right of the house
2| symbol at the top of the heart
3| symbol at the bottom of the television
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid