song lyrics / Sgcizamalizo / INDLALIFA lyrics  | FRen Français

INDLALIFA lyrics

Performer Sgcizamalizo

INDLALIFA song lyrics by Sgcizamalizo official

INDLALIFA is a song in English

We sthandwa sami
Oh my lovisto
Njengoba ungaliswa
Kanjena sthandwa sam
Ubukhulelwe sebeshilo
Bashilo abadala bathi
Njengoba ungaliswa kanje
Uzongzalela indoda
Uzongzalela indlalifa
Indlalifa
Njengoba ungaliswa kanje
Sthandwa sam ubukhulelwe
Uzongzalela indlalifa
Indlalifa
Njengoba ungaliswa kanje
Sthandwa sam ubukhulelwe
Lento inzima kakhulu K'mina and ayijwayeleki
Lento ibuhlungu kakhulu
K'mina and akubekezeleki
Mina ngyahluleka sthandwa
Ukuphila ngaphandle Kwakho njengoba ungafuni
Nokungbona kodwa umithi umtanam ah wesyalo Samabomvu ngik'bheke Ngamehlo abomvu ah
Savuka isibongo Samabomvu kodwa umawakho uyangaliswa Akangfuni kabi mangithi Ngyamuthinta lomuntu Udineka Kabi yooh Ungthusemesethathi mpahla
Zakhe ah wathi yena nje Ubuyele Khaya uhlule Sengimncenga unekhanda Eliqinile lomuntu unama Moods ungamenzani Emekwatile ipani lakhala
Uthi akasangfuni mangithi
ngyamufonela usanok'vali
Phone mangithi Ngyomubona Kubo ungvaleli mnyango angangvumeli nokuthi Ngingene ngaphakathi
We sthandwa sami
Oh my lovisto
Njengoba ungaliswa
Kanjena sthandwa sam
Ubukhulelwe sebeshilo
Bashilo abadala bathi
Njengoba ungaliswa kanje
Uzongzalela indoda
Uzongzalela indlalifa
Indlalifa
Njengoba ungaliswa kanje
Sthandwa sam ubukhulelwe
Uzongzalela indlalifa
Indlalifa
Njengoba ungaliswa kanje
Sthandwa sam ubukhulelwe
Yoooh istress singenzani
Ngyanciphe mzimbeni Manje ngsele ngezimbambo
Yoooh angsayi phathi Eyokulala angsayiphathi Eyokudla ngimcabanga
kuze kuse sisano kukhuluma Kamnandi efonini Angatshele ukuth Uyangthanda and Ungkhumbula kakhulu Mangithi ngyom'bona Muntu kuth angidla angfele Yooh eish amangangeke Ngik'tshele sengize ngathathi snqumo ngayocela Usizo kwabadala ukuth Bangbonise bang'lumi Ndlebe ngaloludaba bathi Khululeka lomuntu ukuthanda kabi uzothi Emesetetile uzombona Esezibiyela yena bathi Maningi amathuba okuthi Utholi ndlalifa haw Lawomazwi ngezwa Engjabulisa ngoba Phela ebesengdidekile ukuth Kwenzekani baqinisile Mabethi indlela ibuzwa Kwaba phambi yey
We sthandwa sami
Oh my lovisto
Njengoba ungaliswa
Kanjena sthandwa sam
Ubukhulelwe sebeshilo
Bashilo abadala bathi
Njengoba ungaliswa kanje
Uzongzalela indoda
Uzongzalela indlalifa
Indlalifa
Njengoba ungaliswa kanje
Sthandwa sam ubukhulelwe
Uzongzalela indlalifa
Indlalifa
Njengoba ungaliswa kanje
Sthandwa sam ubukhulelwe
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.
Writer: Gcinokwakhe Chili
Copyright: O/B/O DistroKid

Comments for INDLALIFA lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the bottom of the camera
2| symbol to the left of the bulb
3| symbol to the right of the helmet
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid