song lyrics / Jumbo / Singayaphi lyrics  | FRen Français

Singayaphi lyrics

Performer Jumbo

Singayaphi song lyrics by Jumbo official

Singayaphi is a song in Zulu

Singayaph'umasisuka kuwe
Singashonaph'umasisuka kuwe
Sokhala kubani umasingakhali kuwe

Oh singayaphi (Singayaph'umasisuka kuwe)
Singashonaphi (Singashonaph'umasisuka kuwe)
Sokhala kubani (Sokhala kubani)
Sokhala kubani (Umasingakhali kuwe)

Baba ithemba lethu nguwe (Singayaph'umasisuka kuwe)
Ukuphila kwethu kukuwe (Singashonaph'umasisuka kuwe)
Sokhala kubani (Sokhala kubani)
Sokhala kubani Jehova (Umasingakhali kuwe)

Wen'uyamthand'umuntu (Wen'uyamthand'umuntu)
Futh'uyamzwela (Wen'uyamzwel'umuntu)
Sokhala kubani (Sokhala kubani)
Sokhala kubani Jehova (Umasingakhali kuwe)

Wena Baba uyamthand'umuntu (Wen'uyamthand'umuntu)
Uyamzwela (Wen'uyamzwel'umuntu)
Sokhala kubani (Sokhala kubani)
Sokhala kubani, aah sincede Baba (Umasingakhali kuwe)

Singasuka kuwe besesibheka phi
Ngob'amandla wokuphila wonk'akuwe
Sokhala kubani, sobika kubani
Ngaphandle kwakho

Singasuka kuwe sibheke phi, Jehova owumncedi
Singabalekela phi Baba
Melus'olungile
Sokhala, sokhala

Wena uyamthand'umuntu Jehova ongcwele (Wen'uyamthand'umuntu)
Uyamzwela (Wen'uyamzwel'umuntu)
Sokhala phi (Sokhala kubani)
Sokhala phi Baba (Umasingakhali kuwe)

Kuwena Baba kuyahlaleka (Wen'uyamthand'umuntu)
Wen'uyamthand'umuntu
Futh'uyamnakekela Jehova (Wen'uyamzwel'umuntu)
Sokhala kubani (Sokhala kubani)
Melus'olungile, ngaphandle kwakho Baba asilutho (Umasingakhali kuwe)

Sokhala phi, sokhala phi (Sokhala kubani)
Sokhala kubani (Umasingakhali kuwe)
Bayede, beyede (Sokhala kubani)
Bayede (Umasingakhali kuwe)

Sizifihl'egazini lakho, ngaphandle kwakho Baba (Sokhala kubani)
Asilutho, asilutho, asilutho ngaphandle kwakho (Umasingakhali kuwe)

Sincede Baba, ungasilahli Jehova
Sincede Baba, ungasilahli
Singaba yini ngaphandle kwakho
Sokhala kubani
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Singayaphi lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the bottom of the house
2| symbol to the right of the helmet
3| symbol at the bottom of the smiley
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid