song lyrics / Musa / Angsakwazi lyrics  | FRen Français

Angsakwazi lyrics

Performer Musa

Angsakwazi song lyrics by Musa official

Angsakwazi is a song in indeterminate language

(Ang’sakwazi noku cabanga)
Hey (Ang’sakwazi noku kulala)
(Nguwe nguwe engqondweni yami)
Baby nguwe (Ngiyavuma uyisthandwa sam)

Sengibathe ngiyaziba nabu ubuso bakho (Ubuso bakho)
Ngithi ngiyaziba nabu ubuhle bakho
Abangani bam nabomdeni wam
Bayazibuza kuyini ngijabule njena

Bengingazi ukuthi uthando lunjena
Angisakwazi ukuphila ngaphandle kwakho
(Bengingazi ukuthi uthando lunjena)
(Yebo ngiyavuma uyisthandwa sam)

Helele (Ang’sakwazi noku cabanga)
Mina ngiyahluleka (Ang’sakwazi noku kulala)
Ubuthongo abukho (Nguwe nguwe engqondweni yami)
Nguwe nguwe (Ngiyavuma uyisthandwa sam)

Angisakwazi (Ang’sakwazi noku cabanga)
Ngiyahluleka (Ang’sakwazi noku kulala)
Buthongo abukho (Nguwe nguwe engqondweni yami)
Sthandwa nguwe (Ngiyavuma uyisthandwa sam)
Baby nguwe

Nstuku nemini zadlula
Ngisathanda wena aqha
Kweziny’ Inkatha ngiyazibuza
Umusa ongaka ngawuthola njani na

(Kanti uthando lunjena)
(Kanti impilo injena)
Uma ungekgo angisakhoni nokucabanga

(Wanginika injabula wanginika nothando)
(Ngenz’ izithembiso ngakushiya nobuhlungu)
Mina ngizohlala nawe mihla yonke

(Ang’sakwazi noku cabanga)
Mina ngiyahluleka (Ang’sakwazi noku kulala)
Angisalali (Nguwe nguwe engqondweni yami)
(Ngiyavuma uyisthandwa sam)

Uyindoni yam (Ang’sakwazi noku cabanga)
Mina ngiyahluleka (Ang’sakwazi noku kulala)
Ubuthongo abukho (Nguwe nguwe engqondweni yami)
Ayi nguwe nguwe (Ngiyavuma uyisthandwa sam)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Angsakwazi lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the top of the target
2| symbol at the bottom of the trash
3| symbol at the top of the calculator
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid