song lyrics / Mnqobi Yazo / Zamalek lyrics  | FRen Français

Zamalek lyrics

Performers Mnqobi YazoBig Zulu

Zamalek song lyrics by Mnqobi Yazo official

Zamalek is a song in Zulu

Ubaba wami yena wayeshaya i-zamalek
Wayeyishaya impela kuze kuse ekseni
Ubaba wami yena wayeshaya i-zamalek
Wayeyishaya impela kuze kuse ekseni
Ethi kimi noma ngidakiwe ngiwu babakho wemntanami
Noma ngiphuzile ngiwu babakho wemntanami
Noma ngidakiwe ngiwu babakho wemntanami
Noma ngiphuzile ngiwu babakho
Emalunde
Ehh emalunde (Shuni Wenkabi)

Ake ninginike ithuba (Emalunde)
Ngike ngikhulume ngobaba
Unyoni kayiphumuli gama lentsizwa wayengithanda
Ayy suka ngiyamkhumbula, noma ubaba wayeb'hlaba
Asikaze salala singadlile umngena endlini wayewuphatha
Baqinisile bathi kuyofa iyntsizwa kuyosala iy'bongo
Phansi emaXhoseni kuyofa iyntsizwa kuyosala iyntonga
Sifike sidle ipapa umngena ndlini kuyosala iykhokho
Efike ehamba phansi zamalek kulamule iyhlobo
Ubaba ngiyamkhumbula wayevuka ngama vovo
Liyaphuma liyashona ubaba isuthiswa idoko
Athi sethintile ubaba uhambe ngamadolo
Athi unyoko ngamlobola mina ngamkhiphela iynkomi
Ubaba wayengakhohlwa ukuthi mfana wami ngiyakhuthanda
Ephuma emthonjweni wenjabulo wathi ngiyihlo ngyak'zala
Angidonse nge bhayisekile bese sigqoke ngokufana
Ubaba wayephila nje mina akaze wangilahla

Ubaba wami yena wayeshaya i-zamalek
Wayeyishaya impela kuze kuse ekseni
Ubaba wami yena wayeshaya i-zamalek
Wayeyishaya impela kuze kuse ekseni
Ethi kimi noma ngidakiwe ngiwu babakho wemntanami
Noma ngiphuzile ngiwu babakho wemntanami
Noma ngidakiwe ngiwu babakho wemntanami
Noma ngiphuzile ngiwu babakho
Emalunde
K'semalunde emalunda mah
Emalunde (Ihela wayeland'emalundi)

(Emalunde) Baba noma usuphuzile kodwa ubusithanda
Noma inhliziyo yam yona ibikhathala
Kodwa uthando lwakho lona belinamandla (Mandla)
Amandla wakho ubungawavezi kithi
Uthando lona obeludcwele kithi
Mangithi phela ubusihlukumeza ngabe ngiqamba amanga phambi kobuso bakho
Baba ngabe ngisegwe imithi abantu impela bamila iympondo emini
Ngoba amanga lawo impela bamila iympondo emini
Ngoba weMbuyazi, ngoba we Mbuyazi

Ubaba wami yena wayeshaya i-zamalek
Wayeyishaya impela kuze kuse ekseni
Ubaba wami yena wayeshaya i-zamalek
Wayeyishaya impela kuze kuse ekseni
Ethi kimi noma ngidakiwe ngiwu babakho wemntanami
Noma ngiphuzile ngiwu babakho wemntanami
Noma ngidakiwe ngiwu babakho wemntanami
Noma ngiphuzile ngiwu babakho
Emalunde
Ehh emalunde, emalunde
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Zamalek lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the bottom of the smiley
2| symbol at the top of the trash
3| symbol at the bottom of the television
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid