song lyrics / Miriam Makeba / Themba Lami lyrics  | FRen Français

Themba Lami lyrics

Performer Miriam Makeba

Themba Lami song lyrics by Miriam Makeba official

Themba Lami is a song in Zulu

Woza sithandwa siy'emakhaya
Siyohlala sobabini
Woza sithandwa siy'emakhaya
Siyohlala sobabini

Ngangikutshela
Ngithi wen'ungowam
Ngangikutshela
Ngithi wen'ungowam

Hamba sithandwa dudu wami
Hamba sithandw'iNkos'ibenawe
Hamba sithandwa dudu wami
Hamba sithandw'iNkos'ibenawe

Ithemba lami
Nguwe wedwa
Ithemba lami
Nguwe wedwa

Abazali bayojabula
Abazali uma ngifika nawe
Abazali bayojabula
Abazali uma ngifika nawe

Ithemba lami
Nguwe wedwa
Ithemba lami
Nguwe wedwa

Hamba sithandwa dudu wami
Hamba sithandw'iNkos'ibenawe
Hamba sithandwa dudu wami
Hamba sithandw'iNkos'ibenawe

Ithemba lami
Nguwe wedwa
Ithemba lami
Nguwe wedwa
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Themba Lami lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the left of the camera
2| symbol to the left of the target
3| symbol at the bottom of the cloud
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid