song lyrics / Mboh Carwoolar / Zesuliwe lyrics  | FRen Français

Zesuliwe lyrics

Performers Mboh CarwoolarMbongs Music

Zesuliwe song lyrics by Mboh Carwoolar official

Zesuliwe is a song in Xhosa

Zesuliwe


Chorus ×2

- Ngithena mangihlala, ng'thula, ng'lalela
- Ngezwa izwi likhuluma nami lithi mtanami thul' ungakhali
- Zesuliwe
- Zesuliwe
- Lezo zinyembezi zeseuliwe thul' ungakhali

Verse 1 (Mbongs Music)

- Ngithi thul' ungakhali mfan' wami wena uy'ndoda
- Ay we, bath' indod' ay'khali zimele mfana njengesbonda
- Aw'thule, nom' iz'vunguvungu z'khona thula uJes' ukhona
- Iz'nyembez' aziweli phansi
- Ezendod' az'weli

Verse 2 (Mboh Carwoolar)

- Kungenzeka nawe naw' impilo yakh' ifana neyami
- Incan' injabul' incan' intokozo selokhu wazalwa
- Kodwa namhlanje ng'fun' uk'zok'tshel' ungabe sakhal' ungabe sabalisa we
- Ngob' iNkosi izwil' iNkos' ibonil' izophendul' umkhuleko we
- Keep on praying

Chorus ×2

Verse 3 (Mbongs Music)

- Kuzolunga mfan' wam
- Noma bek'hlokoloza thula mtanam
- Thula buka tlaluka
- Zonk' izinto zizojika
- Zonk' izitha zizovika
- Ngob' uJes' iz'busiso zonk' uzong'nika
- Naw' impil' uzoy'phila
- Naw' impil' uzoy'phila mfan' wam
- Uzoy'phila mfan wam

Verse 4 (Mboh Carwoolar)

- Kudal' uthandaz' ukhuleka ucela
- Ucela inhlanhla kuSomandla Weh, Oh
- Nethemba lakho seliphelile
- Uyabon' iskhathi sesiphelile
- Iminyaka nay' isihambile
- Ungab' igwal' ungab' ivaka thul' ungakhali

1st Chorus ×2

2nd Chorus ×4

- Zesuliwe
- Zesuliwe
- Lezo zinyembezi zeseuliwe thul' ungakhali
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Zesuliwe lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the top of the star
2| symbol to the right of the suitcase
3| symbol at the top of the target
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid