song lyrics / Mboh Carwoolar / Ngikhalel' Iz'nkomo Zami lyrics  | FRen Français

Ngikhalel' Iz'nkomo Zami lyrics

Performers Mboh CarwoolarMbongs Music

Ngikhalel' Iz'nkomo Zami song lyrics by Mboh Carwoolar official

Ngikhalel' Iz'nkomo Zami is a song in Xhosa

Ngikhalel' Iz'nkomo Zami


Introduction

-Carwoolar Productions
- Mbongs Music

Chorus ×1

- Ngaze ngaz'yala bo
- Ngathath' intomb' yaselokishini
- Ngaze ngaz'yala joe
- Ngathath' owasemasabhab'sini
- And akaz' lutho
- Aw ng'khalel' iz'nkomo zami
- Ngaze ngaz'yala bo
- Ngathath' intomb' yaselokishini
- Ngaze ngaz'yala joe
- Ngathath' owasemasabhab'sini
- And akaz' lutho
- Aw ng'khalel' iz'nkomo zami
- Wema
- Wema
- Mina ng'khalel' iz'nkomo zami
- Wema

Verse 1 (Mboh Carwoolar)

- Ziphi iz'ntombi
- Iz'ntombi zak'dala
- Nobuhle bendalo
- Ezidla ngol'dala
- Zihloniph' abadala
- Iz'ntombi zak'dala
- Zihloniph' abadala
- Iz'ntombi zasendulo bo
- Ezinenhlonipho
- Iz'ntomb' ezinenhlonipho
- Wemkhwekaz' wami
- Wemkhwewami
- Wesibali az'buye
- Lezonkomo zami
- Iz'nkom' ezahamba nomfula
- Lomunt' akapheki bo
- Ey futh' akaphaki bo
- Nez'ndaba az'pheli bo
- Futh' akanambheko bo
- Akanambeko
- Iz'nkomo zahamba nomfula

Chorus ×1

Verse 2 (Mbongs Music)

- Aw ngeke
- Ng'khalel' iz'nkomo zami
- Awe
- Az'buy' iz'nkomo zikababa
- Ay ngeke ke mina ng'yoz'landa
- Az'buye
- Zavele zalobol' ivila
- Lomfazi ke min' uyangigqilaza
- Iseb'suk' isemin' uhlez' elala
- Nasekhay' useqal' is'dina
- Kush' osis' bam' bath' umkam' uyivila
- Az'buye
- Angazi nami ngang'boneni
- Angazi ukuthi ngangidleni, Eh
- Ngavel' ngathath' intombi yaselokish'ni
- Yasemasabhab'sini
- Uk'ngazi k'fana nokungaboni
- Uxolo mah, uxolo baba
- Uxolo bab' uxolo mah, Eh
- Yazi beng'ngaboni nami
- Ukuthi ng'thath' umunt' ongalunganga
- Ukuthi ng'thatha ongafundisekanga
- Ukuthi kwenziwanjan' emendweni

Chorus ×1
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Ngikhalel' Iz'nkomo Zami lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the left of the clock
2| symbol at the bottom of the padlock
3| symbol at the top of the calculator
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid