song lyrics / Khuzani / Umuntu Onengane lyrics  | FRen Français

Umuntu Onengane lyrics

Performers KhuzaniSphesihleLUVE

Umuntu Onengane song lyrics by Khuzani official

Umuntu Onengane is a song in Zulu

Uthando lokwakh'umuzi alufan' nolomjolo (Uthando lokwakh'umuzi alufan' nolomjolo)

Awbhek'uthando lweqiniso kalunamahlwa futhi alubambi (Uthando lokwakh'umuzi alufan' nolomjolo)
Uthando lweqiniso kalunamahlwa futhi alubambi (Uthando lokwakh'umuzi alufan' nolomjolo)

(Nomtonengane ngane uyashelwa futhi uyawakh'umuzi)
(Nomtonengane ngane uyashelwa futhi naye uyawakh'umuzi)

Ngoba umuzi awakhiwa ngamathanga (Ufun'umuntu onenqondo)
Yey ufun'umuntu oke wawa (Ufun'umunt oke wawa waphinde wavuka)

Ngoba umuzi awakhiwa ngobuhle (Ufun'umuntu onenqondo)

Ngoba umuzi awakhiwa ngobuntombi (Ufun'umuntu onenqondo)
Yey ufun'umuntu oke wawa (Ufun'umunt oke wawa waphinde wavuka)
(Nomtonengane ngane uyashelwa futhi naye uyawakh'umuzi)
Ngoba umuzi awakhiwa ngamabel'entombazane (Ufun'umuntu onenqondo)
Yey ufun'umuntu oke wawa (Ufun'umunt oke wawa waphinde wavuka)
(Nomtonengane ngane uyashelwa naye futhi uyawakh'umuzi)

(Nomtonengane ngane uyashelwa futhi uyawakh'umuzi)
(Nomtonengane ngane uyashelwa futhi naye uyawakh'umuzi)
(Nomtonengane ngane uyashelwa futhi uyawakh'umuzi)
(Nomtonengane ngane uyashelwa naye futhi uyawakh'umuzi)
(Nomtonengane ngane uyashelwa futhi uyawakh'umuzi)
(Naye futhi uyawakh'umuzi)
(Nomtonengane ngane uyashelwa futhi uyawakh'umuzi)
(Nomtonengane ngane uyashelwa naye futhi uyawakh'umuzi)

Ngoba umuzi awakhiwa ngamabel'entombazane(Ufun'umuntu onenqondo)
Yey ufun'umuntu oke wawa (Ufun'umunt oke wawa waphinde wavuka)
(Nomtonengane ngane uyashelwa naye futhi uyawakh'umuzi)
Ngoba umuzi awakhiwa ngamathanga (Ufun'umuntu onenqondo)
Yey ufun'umuntu oke wawa (Ufun'umunt oke wawa waphinde wavuka)
(Nomtonengane ngane uyashelwa naye futhi uyawakh'umuzi)

Ngoba umuzi awakhiwa ngobuhle (Ufun'umuntu onenqondo)
Wona ufun'umuntu oke wawa (Ufun'umunt oke wawa waphinde wavuka)
(Nomtonengane ngane uyashelwa naye futhi uyawakh'umuzi)

Wona umuzi awakhiwa ngezinqa ntombazane (Ufun'umuntu onenqondo)
Ufun'umuntu oke wawa (Ufun'umunt oke wawa waphinde wavuka)
(Nomtonengane ngane uyashelwa naye futhi uyawakh'umuzi)

Nomtonengane ngane uyashelwa futhi uyawakh'umuzi

Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Umuntu Onengane lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the right of the target
2| symbol at the bottom of the suitcase
3| symbol to the left of the calculator
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid