Amalobolo is a song in Zulu
Ngoba labantu babulala ubaba wami
Ngeke izinkomo zami zinikwe bona
Ngingamane ngiyolobola komalume
Ngeke ngikwazi ukondla abathakathi
Ngoba labantu babulala ubaba wami
Ngeke izinkomo zami zinikwe bona
Ngingamane ngiyolobola komalume
Ngeke ngikwazi ukondla abathakathi
Beng'lala ngingalele ngivuka ngiyozama
Ngizama amalobolo oyokwakha ubuhlob'obuhle
Kuthena seng'funa ukuyilobola intombi yase yenqaba intombi
Beng'lala ngingalele ngivuka ngiyozama
Ngizama amalobolo oyokwakha ubuhlob'obuhle
Kuthena seng'funa ukuyilobola intombi yase yenqaba intombi
Yangibhek' emehlweni yase ing'bamba ngesandla nami ngavuma
Yang'tshel'igama elithi yona ayizwani nomndeni wayo
Yangibhek' emehlweni yase ing'bamba ngesandla nami ngavuma
Yang'tshel'igama elithi yona ayizwani nomndeni wayo
Yang'tshel'igama elithi (Ngoba labantu babulala ubaba wami)
Yang'tshel'igama elithi yang'mangaza (Ngeke izinkomo zami zinikwe bona)
Kungcono ngiyolobola komalume (Ngingamane ngiyolobola komalume)
Ngoba ekhaya kithi babulala ubaba wami (Ngeke ngikwazi ukondla abathakathi)
Ngoba labantu babulala ubaba wami
Ngeke izinkomo zami zinikwe bona
Ngingamane ngiyolobola komalume
Ngeke ngikwazi ukondla
Ngoba labantu babulala ubaba wami
Ngeke izinkomo zami zinikwe bona
Ngingamane ngiyolobola komalume
Ngeke ngikwazi ukondla abathakathii
Mina ngayphendula ngokuthi
Vele umuzi omkhulu mase ufuna uk'hlukana (Mase ufuna uk'hlukana)
Kuvele kukhonjwe abathakathi (Wena ntombi uyaganga)
Engam'bulala kanjan
Engam'bulala kanjan ubaba wakho kudala ephila naye wena ntombi yami uyaganga

Umuzi omkhulu mase ufuna uk'hlukana (Mase ufuna uk'hlukana)
Kuvele kukhonjwe abathakathi (Wena ntombi uyaganga)
Babengam'bulala kanjan
Babengam'bulala kanjan ubaba wakho kudala ephila naye wena ntombi yami uyaganga
Mina ngayphendula ngokuthi (Wena ntombi uyaganga)
Wena ntombi uyaganga (Wena ntombi uyaganga)
Babengam'bulala kanjan
Babengam'bulala kanjan ubaba wakho kudala ephila naye ekhaya wena ntombi yami uyaganga
(Wena ntombi uyaganga)
(Wena ntombi uyaganga)
Babengam'bulala kanjan ubaba wakho kudala ephila naye ekhaya wena ntombi yami uyaganga
Umuzi omkhulu mase ufuna uk'hlukana
Kuvele kukhonjwe abathakathi
Babengam'bulala kanjan
Babengam'bulala kanjan