song lyrics / Jabulile Majola / UBhubesi lyrics  | FRen Français

UBhubesi lyrics

Performer Jabulile Majola

UBhubesi song lyrics by Jabulile Majola official

UBhubesi is a song in Zulu

Lomfana ufana nse nobabmncane
Kusho amalungomndeni eKhaya
Sakhal emhlanganweni isalukaz’
sithi ichwane l’kaBhubes’ osahamba

Washonela ngale enyakatho
Waphephetheka okwephepha umfanakagogo
Nomoya

Thula Thula salukazi
Isazodlula ingane yakho
Isazowela ngalapho

Thula Thula salukazi
Isazodlula ingane yakho
Isazowela ngalapho

Nginesiqiniseko sokuthi ezolahleko
Zikhothwa umoya wasehlane ziphaphame bha
Uthi akazange abhale ngisho eyodwa incwadi
Kodwa uBhubesi engubeni uphuphe ngawe

Ewelela ngale koKhahlamba
Ephephetheka namajazi, imithwalo yohambo
Eza nganeno


Thula isazowela ngalapho
Thula isazowela ngalapho

Thula Thula salukazi
Isazodlula ingane yakho
Isazowela ngalapho

Thula Thula salukazi
Isazodlula ingane yakho
Isazowela ngalapho

Mhlambe namhla uzobuya namhla uzobuya lapho ephuma khona

Mhlambe namhla uzobuya namhla uzobuya lapho ephuma khona
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for UBhubesi lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the right of the envelope
2| symbol at the top of the calculator
3| symbol to the right of the eye
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid