song lyrics / Imithente / Kuyoze Kubenini lyrics  | FRen Français

Kuyoze Kubenini lyrics

Performer Imithente

Kuyoze Kubenini song lyrics by Imithente official

Kuyoze Kubenini is a song in Zulu

Nami ngiyahamba ng'yaw'shiya lomuzi ng'buyel'ekhaya (Khuluma mntanami kwenzenjani)
Sengaphenduk'is'khonkwane salomuzi ubab'wabantabami akasanginakile (Bekezela emendweni kuyabekezelwa)
Ng'bekezelele les'gilamkhuba salendod'edlala ngami kuyoze kube nini (Uyayibona yonke lemizi ine'nkinga zayo hlala phansi mntanami kuyabekezelwa)

Mina ngiyahamba ng'yaw'shiya lomuzi ng'buyel'ekhaya (Khuluma mntanami kwenzenjani)

Kuyoze kube nini (Ngihlushw'ilendoda elala ama out engasabuy'ekhaya hhayibo mina ng'khathele)

Sebayang'hlek'abantu (Ngihlupheka nje ilesi slima sendoda eyayith'yangithanda)

Sebayang'hlek'omakhelwane (Ngihlupheka nje ilesi slima sendoda eyayith'yangithanda)

Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Kuyoze Kubenini lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the left of the target
2| symbol to the right of the house
3| symbol at the top of the camera
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid