song lyrics / Imithente / Khuzeka lyrics  | FRen Français

Khuzeka lyrics

Performer Imithente

Khuzeka song lyrics by Imithente official

Khuzeka is a song in Zulu

Khuzeka mntanami mang'kukhuza
Lalela mntanami mang'kutshela
Akekho omuny'umuntu oyokutshel'iqiniso ngaphandle kwami

Umbuso wezulu ngeke uz'uw'bone wemntanami (Khuzeka mntanami mang'kukhuza)
Ngalemkhuba yakh'oyenzayo (Lalela mntanami mang'kutshela)
Kuyoba nini kodwa ubulala abantu awuboni ngani ukuthi uzimbel'ithuna lakho (Akekho omuny'umuntu oyokutshel'iqiniso ngaphandle kwami)

Ng'yazi abafana nawe (Khuzeka mntanami mang'kukhuza)
Sibamel'is'hogo ezulwini (Lalela mntanami mang'kutshela)
Bayoshiswa ngomlilo (Akekho omuny'umuntu oyokutshel'iqiniso ngaphandle kwami)

Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Khuzeka lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the top of the television
2| symbol at the top of the padlock
3| symbol at the top of the helmet
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid