song lyrics / Gugu Shezi / Khaya Lethu lyrics  | FRen Français

Khaya Lethu lyrics

Performer Gugu Shezi

Khaya Lethu song lyrics by Gugu Shezi official

Khaya Lethu is a song in Zulu

Sizoya phambili
Africa khaya lethu

Africa ikhaya lethu
Akukho okuyosehlula
Singamaqhawe futhi siyonqoba
Noma kunzima siyophumelela

Ho Africa ikhaya lethu
Akukho okungasiqed' amandla
Akukho okuyosicindezela
Ngoba sizo bambelela

Oh noma kunjani (sizonqoba)
Oh noma kunzima (sophumelela)
Inyembezi zethu (ziyosulwa)
Angeke sikhathele (siyaphambili)

Oh noma kunjani (sizonqoba)
Oh noma kunzima bo (sophumelela)
Africa (sizoya phambili)
Africa (africa khaya lethu)

Africa ikhaya lethu
Akukho okuyosehlula
Singamaqhawe futhi siyonqoba
Noma kunjani siyophumelela

Ho Africa ikhaya lethu
Ho akukho (okungasiqed' amandla)
Ngoba akukho (okuyosicindezela)
Ngoba sizo (bambelela)

Noma kunjani (sizonqoba)
Noma kunzima (sophumelela)
Inyembezi zethu (ziyosulwa)
Angeke sikhathele (siyaphambili)

Ho noma kunjani (sizonqoba)
Oh noma kunzima (sophumelela)
Africa bo Africa bo (sizoya phambili)
Africa (africa khaya lethu)

Ikhaya lethu ikhaya lethu
Ikhaya lethu ikhaya lethu
Ikhaya lethu ikhaya lethu
Ikhaya lethu ikhaya lethu

Ikhaya lethu ikhaya lethu
Ikhaya lethu ikhaya lethu
Ikhaya lethu ikhaya lethu
Ikhaya lethu ikhaya lethu

Hayi bo hayi bo hayi bo Afrca bo
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Khaya Lethu lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the right of the eye
2| symbol to the left of the star
3| symbol to the right of the trash
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid