song lyrics / Derrick Ndzimande / Ngangimbona lyrics  | FRen Français

Ngangimbona lyrics

Performer Derrick Ndzimande

Ngangimbona song lyrics by Derrick Ndzimande official

Ngangimbona is a song in Zulu

Nxa ngimbona uMsindisi (Amen)
Efa esiphambanweni (Amen)
Ngiyolahla (Amen)
Yonk'imfuyo (Amen)
Nakho ukuzidla kwami

Nxa ngimbona uMsindisi
Efa esiphambanweni
Ngiyolahla (Amen)
Yonk'imfuyo (Amen)
Nakho ukuzidla kwami

Ngingephikelele lutho (Amen)
Oluphambeneyo naye (Amen)
Konk'enginako (Amen)
Okwenene
Ngizomnik'uqobo lwami

Hallelujah (Amen)
Hallelujah (Amen)
Hallelujah (Amen)
Hallelujah (Amen)
Hallelujah oh Lord amen

Oh bhekani inhloko yakhe (Amen)
Lezozandla nezinyawo (Amen)
Yek'uthando (Amen)
Yek'usizi (Amen)
Olukhulu olungaka

Ngingayisa ntoni kuye? (Amen)
Efanele ukumbonga (Amen)
Anginako (Amen)
Okwanele (Amen)
Ngizomnik'uqobo lwamI

Hallelujah (Amen)
Hallelujah (Amen)
Oh, oh, oh (Amen)
Oh amen (Amen)
Hallelujah oh Lord amen

Oh bhekani inhloko yakhe (Amen)
Lezozandla nezinyawo (Amen)
Yek'uthando (Amen)
Yek'usizi (Amen)
Olukhulu olungaka

Ngingayisa ntoni kuye? (Amen)
Efanele ukumbonga (Amen)
Anginako (Amen)
Okwanele (Amen)
Ngizomnik'uqobo lwami

Ngingayisa ntoni kuye? (Amen)
Efanele ukumbonga (Amen)
Anginako (Amen)
Okwanele (Amen)
Ngizomnik'uqobo lwami
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Ngangimbona lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the left of the house
2| symbol to the left of the envelope
3| symbol to the left of the padlock
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid