song lyrics / Ami Faku / Imali lyrics  | FRen Français

Imali lyrics

Performers Ami FakuBlaq Diamond

Imali song lyrics by Ami Faku official

Imali is a song in Xhosa

Andinay' imali, nd'hluphekile
Thandazile, kuzolunga nini?
Nankw' ememeza, amashwa emuva
Bunjani ubomi, kwabanye bethu?

Ewe ndifile engqondweni
Inkathazo azipheli endleleni yami
Yooh yooh yooh
Yooh hii yooh mama weeh

Ilanga liyoba linye, izinyembezi zami ziyophenduk' imvula
Izithukuthuku zami zibe iz'busiso, izinto zibe lula
Awu, sekuphele iminyaka, amathuba empumelelo eng'phutha
Ngikhala kuwe Mdali wami, nawe thonga lami please phendula (Yey' phendula)
Ikati lilele eziko (Eshe!)
Nginje ngenyoni engenampiko
Impilo yami yonke ngisebenzel' uk'feza ezikamama ifiso
Iindlela zami zigcwele amashwa - amabhadi (Amabhadi)
Ngisho nosizi sekuwu mngani wami (Mngani wam' weeh)
Yey kwakhala nyonini dlozi lami? (Dlozi lami)
Aw ngoba sengibasathe akuhlangani (Awuphendule mf'wethu!)

Ewe ndifile engqondweni
Inkathazo azipheli endleleni yami
Yooh yooh yooh
Yooh hii yooh mama weeh

Ogogo (Haya), bayakhala ogogo (Mmm)
Ogogo (Haya), bakhala yonk' impelasonto (Mmm)
UMamami (Haya), oh ngisho umamami (Mmm)
Angisakwazi (Haya), usehlala emtholampilo (Mmm)
Ah webafana liguqubele izulu
Ah webafana indl' emnyama ivelelwe
Ah webafana liguqubele izulu
Ah webafana indl' emnyama ivelelwe (iphelelwe)

Ewe ndifile engqondweni (Uhh)
Inkathazo azipheli endleleni yami
(w-w-woza lapha woza!)
Yooh yooh yooh (Ooh-woah)
Yooh hii yooh mama weeh

Andinay' imali, nd'hluphekile
Thandazile, kuzolunga nini?
Nankw' ememeza, amashwa emuva
Bunjani ubomi, kwabanye bethu?

Ewe ndifile engqondweni
Inkathazo azipheli endleleni yami
Yooh yooh yooh
Yooh hii yooh mama weeh
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.
Writers: AMANDA FAKU, ETERNAL NNANDI MBAMARA, NDUMISO MDLETSHE, SPHELELE DUNYWA
Copyright: Universal Music Publishing Group

Comments for Imali lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the bottom of the bulb
2| symbol at the bottom of the padlock
3| symbol at the bottom of the camera
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid