paroles de chanson / ZiPheko parole / Umuntu Wakho lyrics  | ENin English

Paroles de Umuntu Wakho

Interprète ZiPheko

Paroles de la chanson Umuntu Wakho par ZiPheko lyrics officiel

Umuntu Wakho est une chanson en Zoulou

Ahhhhh! Sthandwa Sami! Eish! Muntuza wami!
Ahhhhh! Lovey wami! Eish! Sthandwa Sami!

Umthande umuntu wakho.
Um'sondeze eduze kwakho.
Um'thande umuntu wakho
Um'sondeze eduze kwakho.
Um'sondeze eduze umuntu wakho
Um'sondeze eduze isthandwa sakho.
Um'sondeze eduze is'lenda sakho.
Um'sondeze eduze is'sdudla sakho.
(Yazi uyangi tofoza)
Ohhhh haaaa! My fohloza
Um'sondeze eduze umuntu wakho
Um'sondeze eduze isthandwa sakho.

Lalela s'thandwa sami, huwe wedwa umuntu wami noma bangathini ngawe.
Ungithathe ungibeke emazulwini phela ngiyazi fela ngawe.
Hindlela ongi thinta ngayo, ujabulisa imizwa yami.
Ugijimisa inhliziyo yami, maye Mai babo!
Bathi okungapheli kuyahlola.
Kodwa uthando lwethu asoze lwabona.
Ngizo sebenza ngisebenze, ngisebenze, ngisebenze, ngisebenze emini ngi hlanganise imali ye lobola.
Eish!
Bayeke laba no mona, Ey vele bathanda uku khononda.
Uthando lwethu luyabona
s'dudla Sami my fohloza.

Umthande umuntu wakho.
Um'sondeze eduze kwakho.
Um'thande umuntu wakho
Um'sondeze eduze kwakho.
Um'sondeze eduze umuntu wakho
Um'sondeze eduze isthandwa sakho.
Um'sondeze eduze is'lenda sakho.
Um'sondeze eduze is'sdudla sakho.
(Yazi uyangi tofoza)
Ohhhh haaaa! My fohloza
Um'sondeze eduze umuntu wakho
Um'sondeze eduze isthandwa sakho.
Wena uyangi bhoboza!

Ahhh haibooo heee!
Wena uhi s'thandwa sami
(wena uhi s'thandwa sami)
Mama we ngane zami
(Mama we ngane zami)
Ngakhuphuka intaba ngehla nge nyuka ngifunana le s'dudla sami.
(Ngifuna le s'dudla sami)
Unali di koti marameng
(Di koti marameng)
Bheka amathanga aYellow.
Empeleni impilo ivele ibe lula wena mawuse duze nami.
Ngibambele eduze lovey wami.
Ngibambele eduza s'dudla sami.
Empeleni impilo ivele ibe lula mangine s'dudla sami.

Awu sweety, ngithi lovey, sondela s'thandwa sami, phela uwena ubambo lwami.
Ngizokunika lonk'uthando, ne nkomo zom'shado, ube uMa we ngane zami, impilo ilula manginawe.
Ngilalu bonga uthando lwakho.
Konke ne mpatho yakho.
Ngizoku nika lonke uthando.
Impilo ilula manginawe.

Eish
S'thandwa Sami!
Umthande umuntu wakho.
Um'sondeze eduze kwakho.
Um'thande umuntu wakho
Um'sondeze eduze kwakho.
Um'sondeze eduze umuntu wakho
Um'sondeze eduze isthandwa sakho.
Um'sondeze eduze is'lenda sakho.
Um'sondeze eduze is'sdudla sakho.
(Yazi uyangi tofoza)
Ohhhh haaaa! My fohloza
Um'sondeze eduze umuntu wakho
Um'sondeze eduze isthandwa sakho.
Wena uyangi bhoboza!
Ohhhh haaaaa! My fohloza
Um'sondeze eduze umuntu wakho
Um'sondeze eduze i s'thandwa sami.
(Wena uyangi bhoboza)

Eish
S'thandwa Sami!
Umthande umuntu wakho.
Um'sondeze eduze kwakho.
Um'thande umuntu wakho
Um'sondeze eduze kwakho.
Um'sondeze eduze umuntu wakho
Um'sondeze eduze isthandwa sakho.
Um'sondeze eduze is'lenda sakho.
Um'sondeze eduze is'sdudla sakho.
(Yazi uyangi tofoza)
Ohhhh haaaa! My fohloza
Um'sondeze eduze umuntu wakho
Um'sondeze eduze isthandwa sakho.
Wena uyangi bhoboza!
Ohhhh haaaaa! My fohloza
Um'sondeze eduze umuntu wakho
Um'sondeze eduze i s'thandwa sami.
(Wena uyangi bhoboza)


Akusena ndaba ke Dokotela, asi'yenze!
Droits parole : paroles officielles sous licence Lyricfind respectant le droit d'auteur.
Reproduction des paroles interdite sans autorisation.

Commentaires sur les paroles de Umuntu Wakho

Nom/Pseudo
Commentaire
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - Tous droits réservés. www.paroles-musique.com
Connexion membre

Se connecter ou créer un compte...

Mot de passe oublié ?
OU
CREER COMPTE
Sélectionnez dans l'ordre suivant :
1| symbole en bas du nuage
2| symbole à gauche de l'étoile
3| symbole en bas du pouce en l'air
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid