paroles de chanson / Sun-El Musician parole / Lengane lyrics  | ENin English

Paroles de Lengane

Interprètes Sun-El MusicianSimmy

Paroles de la chanson Lengane par Sun-El Musician lyrics officiel

Lengane est une chanson en Zoulou

Weh baba nomama
Bathi isikhulile intombazan'
Ngithe ngihamba amazweni
Ngasithola ngi umaqondana

Mina ngihleli nje ngiyazibuza
Ukuthi yin' ekhethe o fana nam'
Ngoba isencane lengane
Isencane lengane, ubani obengashada

Ubani beng'ngashada lengane isencane ka ngaka (Ubani obengashada)
Ubani beng'ngashada lengane isencane ka ngaka (Ngithi ubani obengashada)
Ubani beng'ngashada lengane isencane ka ngaka (Ngithi mna isencane lengane)
Ubani beng'ngashada lengane isencane ka ngaka (Ubani obengashada)

Isencane lengane
Isencane lengane
Ngithi ubani obengashada lengane
Isencane lengane
Ubani obengashada lengane

Aning'tshelele omalume
Bathi sebay' tata intombazan'
Bathi sеbesendlelеni
Bavuleleni amasango bangene

Nami ngihleli nje ngiyazibuza
Ukuthi yin' ekhethe o fana nami
Ngoba isencane lengane
Isencane lengane

Ubani beng'ngashada lengane isencane ka ngaka (Ubani obengashada)
Ubani beng'ngashada lengane isencane ka ngaka (Ngithi ubani obengashada)
Ubani beng'ngashada lengane isencane ka ngaka (Ngithi mna isencane lengane)
Ubani beng'ngashada lengane isencane ka ngaka (Ubani obengashada)

Ubani obengashada
Ngith ubani obengashada
Aw ngithi isencane lengane
Droits parole : paroles officielles sous licence Lyricfind respectant le droit d'auteur.
Reproduction des paroles interdite sans autorisation.

Commentaires sur les paroles de Lengane

Nom/Pseudo
Commentaire
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - Tous droits réservés. www.paroles-musique.com
Connexion membre

Se connecter ou créer un compte...

Mot de passe oublié ?
OU
CREER COMPTE
Sélectionnez dans l'ordre suivant :
1| symbole en haut de la valise
2| symbole à droite du coeur
3| symbole à gauche du cadenas
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid