paroles de chanson / Spirit parole / Ikhaya lyrics  | ENin English

Paroles de Ikhaya

Interprète Spirit

Paroles de la chanson Ikhaya par Spirit lyrics officiel

Ikhaya est une chanson en Anglais

'Sacela ukul'shiya ikhaya'
cela ukulishiya ikhaya

Sacela ukul'shiya ikhaya (ngyacela)

Cela ukul'shiya ikhaya lang'yakhona ngyo sebenza
Mhlampe kuzovela ukukhanya
Angsabuyeli emuva
'Angsabuyeli emuva'

Sacela ukul'shiya ikhaya lang'yakhonangyo sebenza
Mhlampe kuzovela ukukhanya
Cela ukul'shiya ikhaya
Angsabuyeli emuva
Angsabuyeli emuva
Angsabuyeli emuva

Cela ukul'shiya ikhaya lang'yakhona ngyo sebenza
Mhlampe kuyovela ukukhanya
Angsabuyeli emuva

Cela umdali ahambe nam
Ngoba langiya khona ngbona ukukhanya
Ngbona imfudumalo kphela amakhaza
Ngbuye nesaka elovala lendlala
Njengoba ngphuma mina
Bengcela nong'beka kumdali

Sacela ukul'shiya ikhaya lang'yakhona ngyo sebenza
Mhlampe kuzovela ukukhanya

Sacela ukul'shiya ikhaya
Angsabuyeli emuva
Angsabuyeli emuva
Angsabuyeli emuva

Sacela ukul'shiya ikhaya lang'yakhona ngyo sebenza
Mhlampe kuzovela ukukhanya
Angsabuyeli emuva

Sek'seduze la
Inkinga ukuthi ziyabuya la
Mthandazo yam izong'vusa ksasa
Phela lana ngizele imali akukho okunye noma ingadela ikhaya
Akukho okunye mele nje ngidale iymanga
Suka mfana seziyakhala

Sacela ukul'shiya ikhaya lang'yakhona ngyo sebenza
Mhlampe kuzovela ukukhanya

Sacela ukul'shiya ikhaya
Angsabuyeli emuva
Angsabuyeli emuva
Angsabuyeli emuva

Sacela ukul'shiya ikhaya lang'yakhona ngyo sebenza
mhlampe kuzovela ukukhanya
Angsabuyeli emuva
Droits parole : paroles officielles sous licence Lyricfind respectant le droit d'auteur.
Reproduction des paroles interdite sans autorisation.

Commentaires sur les paroles de Ikhaya

Nom/Pseudo
Commentaire
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - Tous droits réservés. www.paroles-musique.com
Connexion membre

Se connecter ou créer un compte...

Mot de passe oublié ?
OU
CREER COMPTE
Sélectionnez dans l'ordre suivant :
1| symbole en bas du coeur
2| symbole à gauche du cadenas
3| symbole à gauche du casque
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid