paroles de chanson / Soul Brothers parole / Ndabazabantu lyrics  | ENin English

Paroles de Ndabazabantu

Interprète Soul Brothers

Paroles de la chanson Ndabazabantu par Soul Brothers lyrics officiel

Ndabazabantu est une chanson en Zoulou

Awuyek'ukukhulumela futhi
Ngek'uyimel'into enje
Ngob'uzongen'emacaleni

Awuyek'ukukhulumela futhi
Ngek'uyimel'into enje
Ngob'uzongen'emacaleni

Awuyek'ukukhulumela futhi
Ngek'uyimel'into enje
Ngob'oGanda-ganda bakhona

Hlukana nezindaba zabantu
Ngoba mfana usemncane
Uzongen'emacaleni
Hlukana nezindaba zabantu
Ngoba mfana useyingane
Uzozithol'usenkingeni
Hlukana nezindaba zabantu
Ngoba mfana usemncane
Uzongen'emacaleni

Heh libhungu, heh libhungu, heh libhungu
Nab'oGanda-ganda (Heh libhungu, heh libhungu)
Nab'oGanda-ganda bayalima deda (Heh libhungu, heh libhungu)
Basensimini (Heh libhungu)
Bafun'ukundlula (Heh libhungu, heh libhungu)

Nab'oGanda-ganda (Heh libhungu, heh libhungu)
Nab'oGanda-ganda bayalima deda (Heh libhungu, heh libhungu)
Basensimini (Heh libhungu)
Bafun'ukwedlula

Awuyek'ukukhulumela futhi
Ngek'uyimel'into enje
Ngob'uzongen'emacaleni

Awuyek'ukukhulumela futhi
Ngek'uyimel'into enje
Ngob'uzongen'emacaleni

Awuyek'ukukhulumela futhi
Ngek'uyimel'into enje
Ngob'oGanda-ganda bakhona
Ngob'oGanda-ganda bakhona

Hlukana nezindaba zabantu
Ngoba mfana usemncane
Uzongen'emacaleni
Hlukana nezindaba zabantu
Ngoba mfana useyingane
Uzothol'usenkingeni
Hlukana nezindaba zabantu
Ngoba mfana usemncane
Uzongen'emacaleni

Heh libhungu, heh libhungu, heh libhungu

Nab'oGanda-ganda (Heh libhungu, heh libhungu)
Nab'oGanda-ganda bayalima deda (Heh libhungu, heh libhungu)
Basensimini (Heh libhungu)
Bafun'ukudlula (Heh libhungu)
(Heh libhungu, heh libhungu)

Nab'oGanda-ganda
Nab'oGanda-ganda bayalima deda
Basensimini
Bafun'ukwedlula
Hemm hemm

Heh libhungu, heh libhungu, heh libhungu
Awudede weh mfana (Heh libhungu, Heh libhungu)
Weh mfan'usemncane (Heh libhungu)
Thina sifu'ukwendlula (Heh libhungu, Heh libhungu)
Awudede weh nsizwa (Heh libhungu, Heh libhungu)
Nab'oGanda-ganda
Droits parole : paroles officielles sous licence Lyricfind respectant le droit d'auteur.
Reproduction des paroles interdite sans autorisation.

Commentaires sur les paroles de Ndabazabantu

Nom/Pseudo
Commentaire
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - Tous droits réservés. www.paroles-musique.com
Connexion membre

Se connecter ou créer un compte...

Mot de passe oublié ?
OU
CREER COMPTE
Sélectionnez dans l'ordre suivant :
1| symbole à gauche du pouce en l'air
2| symbole en haut du cadenas
3| symbole à droite de l'appareil photo
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid