paroles de chanson / Sipho Makhabane parole / Intokozo Ekimi lyrics  | ENin English

Paroles de Intokozo Ekimi

Interprètes Sipho MakhabaneMxolisi Mbethe

Paroles de la chanson Intokozo Ekimi par Sipho Makhabane lyrics officiel

Intokozo Ekimi est une chanson en Zoulou

Ikhon'intokozo esenhlizweni yami
Yokuthi uJesu uyangithanda
Yena (Wangithola ngizulazula)

Ngazulazula ngihlupheka kulomhlaba
Ndingazi ukuthi ndeze ntoni
Kodwa wangithola, wangithol'uJesu
Yena wangithanda wangisikelela

Bazalwane (Ikhon'intokozo esenhlizweni yami)
Yokuthi uJesu (Yokuthi uJesu uyangithanda)
Futhi yena (Wangisibekela)

Kodwa nam'ngazulazula emhlabeni
Ngezwa ngoJesu, Jes'okhululayo
Wase uyafika nasempilweni yami
Wavala isikhala esasisemoyeni wam

Sithi ikhona (Ikhon'intokozo esenhlizweni yami)
Kuvalekil'isikhala kimi (Yokuthi uJesu uyangithanda)
Ufike kwam walungis'impilo yam (Wangithola ngizulazula)

Ikhona (Ikhon'intokozo esenhlizweni yami)
Yokuthi uJesu (Yokuthi uJesu uyangithanda)
Uyangithanda nami (Wangisikelela)

Isandla sakhe siphez'kwem'mpilo yami (Ikhon'intokozo esenhlizweni yami)
Ngihamba nje ngizw'amandla (Yokuthi uJesu uyangithanda)
Uyangithanda nami (Wangithola ngizulazula)

Ikhon'intokozo (Ikhon'intokozo esenhlizweni yami)
Ngiz'ukugijima kwentokozo (Yokuthi uJesu uyangithanda)
Uyangithanda nami (Wangisikelela)

Jesu, uJesu uyangithanda (Yokuthi uJesu uyangithanda)
Jesu wami (Wangisikelela)
Yokuth'uJesu uyangithanda (Yokuthi uJesu uyangithanda)
Uyangithanda nami (Wangithola ngizulazula)

Wangisibekela (Yokuthi uJesu uyangithanda)
Jesu wami (Wangisikelela)
Yokuthi uJesu bazalwane uyangithanda (Yokuthi uJesu uyangithanda)
Jesu wami (Wangithola ngizulazula)
Droits parole : paroles officielles sous licence Lyricfind respectant le droit d'auteur.
Reproduction des paroles interdite sans autorisation.

Commentaires sur les paroles de Intokozo Ekimi

Nom/Pseudo
Commentaire
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - Tous droits réservés. www.paroles-musique.com
Connexion membre

Se connecter ou créer un compte...

Mot de passe oublié ?
OU
CREER COMPTE
Sélectionnez dans l'ordre suivant :
1| symbole à gauche du nuage
2| symbole en haut de l'ampoule
3| symbole en bas de la valise
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid