paroles de chanson / Navigator Gcwensa parole / Ujola Wedwa lyrics  | ENin English

Paroles de Ujola Wedwa

Interprètes Navigator GcwensaImeya KaZwelonke

Paroles de la chanson Ujola Wedwa par Navigator Gcwensa lyrics officiel

Ujola Wedwa est une chanson en Zoulou

Lento yomjolo yiScam weh madoda
Lento yomjolo sengiyibone kahle
Lento yomjolo yiScam weh madoda
Lento yomjolo sengiyibone kahle

Ngisho ngoba
Kuyakhalwa eSouth Afrika ngapha nangapha
Weh mjolo wenze njani
Kuyakhalwa umhlaba wonke ngapha nangapha
Weh mjolo wenze njani kanti

Yin'engathi ujola wedwa wena (Ujola wedwa wena)
Yin'engathi ujola wedwa mngani wami (Ujola wedwa wena)
Yin'engathi ujola wedwa wena (Ujola wedwa wena)
Yin'engathi ujola wedwa wena (Ujola wedwa wena)

Ngisho ngoba
Uyamposta umuntu ongakakuposti
Okush'ukuthi ujola wedwa wena
Uyamposta umuntu ongakakuposti
Okush'ukuthi ujola wedwa wena

(Heyi ujola wedwa wena)
Yin'engathi ujola wedwa wena (Hey ujola wedwa wena)

Heyi (Ujola wedwa wena)
Heyi (Ujola wedwa wena)

Uyamposta umuntu ongakakuposti
Okush'ukuthi ujola wedwa wena
Uyamposta umuntu ongakakuposti
Okush'ukuthi ujola wedwa wena
Droits parole : paroles officielles sous licence Lyricfind respectant le droit d'auteur.
Reproduction des paroles interdite sans autorisation.

Commentaires sur les paroles de Ujola Wedwa

Nom/Pseudo
Commentaire
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - Tous droits réservés. www.paroles-musique.com
Connexion membre

Se connecter ou créer un compte...

Mot de passe oublié ?
OU
CREER COMPTE
Sélectionnez dans l'ordre suivant :
1| symbole à gauche de la valise
2| symbole à droite de l'appareil photo
3| symbole en bas de la loupe
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid