paroles de chanson / Mnqobi Yazo parole / Zulu Omnyama - Intro lyrics  | ENin English

Paroles de Zulu Omnyama - Intro

Interprète Mnqobi Yazo

Paroles de la chanson Zulu Omnyama - Intro par Mnqobi Yazo lyrics officiel

Zulu Omnyama - Intro est une chanson en Zoulou

Weh ngabe kwenzenjani na?
Qu! Hela asiye

Weh ngabe kwenzenjani na?

MZulu omnyama (Asiye)
UZulu omnyama, Zulu kandaba, Zulu onenkani
Makuphakama esakh'isandla Isizwe ngeke singakhothami
Ngoba lesosandla isona esicikoza kujabule umhlaba
Mawuqhubeka wenza njal'impela izandla zidlula ekhanda

Lezizimpi ezingaka ngiyathemb'ukuth sizoyinqoba
Lamaphutha angaka ngiyathemba sizowagoba
Uhlezi umalunga-lunga njengenkunzi uBokhonya
Khonya ndoda esashiy'isithuba woh

Nduku ezaqhum'ekhanda
Gazi lagcwala phansi
Ha, ngithi ngenz'umnuko
Abanye bedla phansi
Mangithi ngizama ukunyuka
Bangibhekisela phansi
Mangithi ngizama ukubuka
Bangiphehlel'amanz'amnyama

Bakhohlwa ukuthi
Lesikhuni sizobuya ngok'khozel'ngob'umlilo awuvuthi
Loshintshi uzobuya ngosheleni ngoba bazitshela ukuthi
Basile kunami ngoba ukukhanya kwami bazitshela ukuthi

I will never make it
Mangifuna ukuphumelela
Ngidinga kubona i-confirmation
What?

I rather not make it
Makungabe ukuphumelela kwami
Ngidinga i-competition

Ngoba uma bengilamula futhi
Ngeke ngidlale, ngeke ngidlale amavaka (Hey iyeh oh ah)
Ngeke ngidlale, ngeke ngidlale amavaka (Hey iyeh oh)
Manihlulekile, nibohlab'intondolo (Hey iyeh oh)
Manihlulekile, nibohlab'intondolo (Hey iyeh oh ah)

Ngeke ngidlale, ngeke ngidlale amavaka (Hey iyeh oh ah)
Ngeke ngidlale, ngeke ngidlale amavaka (Hey iyeh oh)
Manihlulekile, nibohlaba'intondolo (Hey iyeh oh)
Manihlulekile, nibohlab'intondolo (Hey iyeh oh ah)
Droits parole : paroles officielles sous licence Lyricfind respectant le droit d'auteur.
Reproduction des paroles interdite sans autorisation.

Commentaires sur les paroles de Zulu Omnyama - Intro

Nom/Pseudo
Commentaire
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - Tous droits réservés. www.paroles-musique.com
Connexion membre

Se connecter ou créer un compte...

Mot de passe oublié ?
OU
CREER COMPTE
Sélectionnez dans l'ordre suivant :
1| symbole en haut de l'horloge
2| symbole à droite de la maison
3| symbole à droite du casque
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid