paroles de chanson / Leverage_A1 parole / Sofa Sizwile lyrics  | ENin English

Paroles de Sofa Sizwile

Interprète Leverage_A1

Paroles de la chanson Sofa Sizwile par Leverage_A1 lyrics officiel

Sofa Sizwile est une chanson en Anglais

Umuntu ugrade enyuvesi lutho amatoho
Umuntu ugeje enkundleni wakhumula amakhokho Ontanga yami bangenhla kabi Banemali
Thina basibuka singoxamu akuna Plan kushuthi isoft life eyomacaphuna kusale
Eyomacaphuna kusale kwazise ibona nje abahlafuna kuqala
Thina singoxamu akuna Plan mhlampe isoft life eyomacaphuna kusale
Eyomacaphuna ksale okwethu ukuyobatakula emakhaya
Eh ngithi amaCent kanti awoMtaka bah Bayaphila bo ontanga yami banemali
Ithe Gqi iyotabalaza caught em on sight looking like new money
Siyasebenza sofa sizwile Sofa sizwile
Sofa Sizwile siyofa sizwile
Kuthiwa ithuna lendoda lisendleleni iyolala kulemgwaqo yakhela ngodaka
Noma ingaMongoza, ululazeke umzimba Umdali akayona into yokuganga
Uthe Ngqongqoza uyovula yonke imzila
Ohh Mavula vala ubovula ngala
Kulomhlaba khona ofoloma Aze akhe Khona omunye osokola aze afe
Ohh Mavula vala ubovula ngala
Khona olivila ophinde asole amabhadi
Nowatotoswa emoshwa abazali
Naye uthi amaCent kanti awoMtaka bah Bayaphila bo ontanga yami banemali
Ithe Gqi iyotabalaza caught em on sight looking like new money
Siyasebenza sofa sizwile Sofa sizwile
Sofa Sizwile siyofa sizwile
Droits parole : paroles officielles sous licence Lyricfind respectant le droit d'auteur.
Reproduction des paroles interdite sans autorisation.
Auteurs: Andile Myeni, Sandile Myeni
Copyright: O/B/O DistroKid

Commentaires sur les paroles de Sofa Sizwile

Nom/Pseudo
Commentaire
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - Tous droits réservés. www.paroles-musique.com
Connexion membre

Se connecter ou créer un compte...

Mot de passe oublié ?
OU
CREER COMPTE
Sélectionnez dans l'ordre suivant :
1| symbole à droite de la croix
2| symbole à droite de la poubelle
3| symbole à droite de la calculatrice
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid