paroles de chanson / Imithente parole / Iphutha Elikabani lyrics  | ENin English

Paroles de Iphutha Elikabani

Interprète Imithente

Paroles de la chanson Iphutha Elikabani par Imithente lyrics officiel

Iphutha Elikabani est une chanson en Zoulou

Awusho baba iphuth'elikabani leli (Kahle bo mkami)
Wahamb'ishumi leminyaka ungasabuyi ukuz'ekhaya (Kwakufanel'ubekezele ngize ngibuye)
Ngangen'emalingweni mina (Kuyacaca wawuvele ungaziphethe kahle)

Kwak'fanele ngenzenjani mina (Wangilaya bab'wabantabami wangibulala ngendlala)
Ngoba phela ngak'linda myeni wami (Ngaze ngangen'emalingweni njena ngenxa yakho)

Indlala yani
Uth'amaling'okwenzani
Ngoba wena wawuy'phathelwe ukonakala kwakho lokh'onakho
Lesonakali lesi

Ngempela baba iphuth'elikabani leli (Kahle bo mkami)

Droits parole : paroles officielles sous licence Lyricfind respectant le droit d'auteur.
Reproduction des paroles interdite sans autorisation.

Commentaires sur les paroles de Iphutha Elikabani

Nom/Pseudo
Commentaire
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - Tous droits réservés. www.paroles-musique.com
Connexion membre

Se connecter ou créer un compte...

Mot de passe oublié ?
OU
CREER COMPTE
Sélectionnez dans l'ordre suivant :
1| symbole en bas du cadenas
2| symbole en bas de l'ampoule
3| symbole en bas du smiley
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid