paroles de chanson / Holy Cross Choir parole / UJes' Unwami lyrics  | ENin English

Paroles de UJes' Unwami

Interprète Holy Cross Choir

Paroles de la chanson UJes' Unwami par Holy Cross Choir lyrics officiel

UJes' Unwami est une chanson en Zoulou

Lapho izivunguvungu (Lapho izivunguvungu)
Zifisa impilo yami (Zifisa impilo yami)
Zungikhumbule Nkosi yami (Zungikhumbule Nkosi yami)
Zungikhumbule Nkosi yami (Zungikhumbule Nkosi yami)
Nom' indlela inameva (Nom' indlela inameva)
Ngisindwa wukuthandaza (Ngisindwa wukuthandaza)
Ngizo bambelela kuye (Ngizo bambelela kuye)
Ngize ngi (Ngize ngizuze umqhele)

UMosese uma ehola isizwe sakhe ehlani
Lapho wayehamba khona isizwe siye saba nokukhononda
Sathi bekuncono eGibithe ngoba nendawo yokuncwaba yayikhona

Noma indlela inzima (Noma indlela inzima)
Ngisindwa wukuthandaza (Ngisindwa wukuthandaza)
UJes' ukhona unami (UJes' ukhon' unami)
Uyangi khuthaza (Uyangi khuthaza ungi pha mandla)
Nom' indlela inameva (Nom' indlela inameva)
Ngisindwa wukuthandaza (Ngisindwa wukuthandaza)
Ngizo bambelela kuye (Ngizo bambelela kuye)
Ngize ngizuze (Ngize ngizuze umqhele)

Bekukhona ifu elalibahola
Emini okwakuyifu ebusuku lingumlilo
Kanti uJehova ngoqobo ehola uMoses
Kanye nabantwana bakwaIsiraele
UMoses wathola sebezenzele unkulunkulu nge golide
Wathola se begcwele intukuthelo ebusweni
Bekhumbule ukubuyela eGibithe
Wayesethi uJehova ngihambise kuloluhambo
Ngiph'amandla makuyilesizwe ngisikhiphe ebugcileni
Ngisise eKanana
Amen
Droits parole : paroles officielles sous licence Lyricfind respectant le droit d'auteur.
Reproduction des paroles interdite sans autorisation.

Commentaires sur les paroles de UJes' Unwami

Nom/Pseudo
Commentaire
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - Tous droits réservés. www.paroles-musique.com
Connexion membre

Se connecter ou créer un compte...

Mot de passe oublié ?
OU
CREER COMPTE
Sélectionnez dans l'ordre suivant :
1| symbole en bas de l'ampoule
2| symbole en bas du smiley
3| symbole en haut de la poubelle
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid