paroles de chanson / Big Zulu parole / Ichwane Lenyoka lyrics  | ENin English

Paroles de Ichwane Lenyoka

Interprète Big Zulu

Paroles de la chanson Ichwane Lenyoka par Big Zulu lyrics officiel

Ichwane Lenyoka est une chanson en Zoulou

Anginabazali
Ashu

Mina ngi'chwane lenyoka
Ashu
Anginabazali ngi'ntandane
Mina ngi'nkabi edla yodwa
Anginabazali ngi'ntandane
Anginabani ngi'ntandane

Ngangino ma nobaba
Ngikhumbul' uma nobaba
Ngangino ma nobaba
Yey ngikhumbul' uma no baba mina
Mina ngi'chwane lenyoka
Ngangino ma nobaba
Ngikhumbul' uma nobaba (Shun'wenkabi ayi)

Mina ekukhuleni kwami ngakhula ngingenabazali
Uthando lamama nolababa mina angilazi
Imfudumalo yekhaya, eyentokozo ungayiphathi
Yikho ngilichwane lenyoka, ngafunda ukuphanta ngisemncane
Ay ngoba ngangithanda kodwa nje ngangiphoqwa yisimo
Mangithi ngiyacela kuthiw' ukuphi owakh' uyihlo
Ngangiy'ngane ngimncane, ngashesha ngafund' impilo
Ngangingafun' okukhulu, ngangingasuthiswa ukudla ucilo
Baba kwasekuphoq' ukuthi ngiphushe uShun Wenkabi
Ukuze ngival' indlala, ngilale ngidlile kwakuyinkani
Ngiyikhotha amanxeba, umlomo uhlal' ugcwele igazi
Engekho engiyokhala kuye, izinyembezi zami ziwela phansi

Mina ngi'chwane lenyoka
Ashu
Anginabazali ngi'ntandane
Mina ngi'nkabi edla yodwa
Anginabazali ngi'ntandane
Anginabani ngi'ntandane

Ngangino ma nobaba (Ngangi noma nobaba mina)
Ngikhumbul' uma nobaba (Ngikhumbul' uma nobaba mina)
Ngangino ma nobaba (Ngikhumbul' uma nobaba)
Yey ngikhumbul' uma nobaba mina (Ngikhumbul' uma nobaba)
Mina ngi'chwane lenyoka
Ngangino ma nobaba (Ngikhumbul' uma nobaba)
Ngikhumbul' uma nobaba (Ngikhumbul' uma nobaba mina) (Shuni Wenkabi ayi)

Ngyasizw' isisho sithi isondo liyajikajika
Haw, kodwa eyami impilo ilokhu iyaziphinda phinda
Ay yebo ukwenza akufani kukhona ukphila ngomshikashika
Sengiyiscefe emphakathini sengaba yinkiyankiya
Umahlek' ebulawa unogwaja odla nezinja
Abanye iynkinga aypheli, abanye ziphela kubhiya
Amazi aphuzwa phansi, iy'nyoni noma zingandiza
Ushuni wenkabi hamba nami kodwa ozondayo angajika
Baba bengifisa ukuthandaza, bengfisa ukuphaphatha
Kodwa ekukhuleni kwami into engiyaziyo ukub'nxanxatha
Lento iyangkhathaza, ayihluki nokuthakatha
Idla nazo ziyhlaba inkabi udoti iyawuphalaza
Akekho owangifundisa, akekho owangikhulisa
Konke kwakulele kimi, mina akekho owangifikisa
Akekho owangibusisa, mang'khala akekho owangithulisa
Ngathwal' igeja ngimncane mina akekho owangshubisa

Mina ngi'chwane lenyoka
Ashu
Anginabazali ngi'ntandane
Mina ngi'nkabi edla yodwa
Anginabazali ngi'ntandane
Anginabani ngi'ntandane

Ngangino ma nobaba (Ngangi noma nobaba mina)
Ngikhumbul' uma nobaba (Ngikhumbul' uma nobaba mina)
Ngangino ma nobaba (Ngikhumbul' uma nobaba)
Yey ngikhumbul' uma nobaba mina (Ngikhumbul' uma nobaba)
Mina ngi'chwane lenyoka
Ngangino ma nobaba (Ngikhumbul' uma nobaba)
Ngikhumbul' uma nobaba (Ngikhumbul' uma nobaba mina)

Nkabi nation bayayizonda ababhemu wo
Ngangino ma nobaba
Ngimkhumbul' uma nobaba
Nkabi nation bayayizonda ababhemu wo
Ngangino ma nobaba
Ngimkhumbul' uma nobaba (Izosmosha ilesgubha sakhona)
Droits parole : paroles officielles sous licence Lyricfind respectant le droit d'auteur.
Reproduction des paroles interdite sans autorisation.

Commentaires sur les paroles de Ichwane Lenyoka

Nom/Pseudo
Commentaire
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - Tous droits réservés. www.paroles-musique.com
Connexion membre

Se connecter ou créer un compte...

Mot de passe oublié ?
OU
CREER COMPTE
Sélectionnez dans l'ordre suivant :
1| symbole en haut de la maison
2| symbole en haut de la calculatrice
3| symbole en bas de l'horloge
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid