paroles de chanson / Afrotraction parole / Yekelani lyrics  | ENin English

Paroles de Yekelani

Interprète Afrotraction

Paroles de la chanson Yekelani par Afrotraction lyrics officiel

Yekelani est une chanson en Zoulou

Yekelan'ukuhlukanisa
(Abant'abathandanayo)
Yekelan'ukuxabanisa
(Abant'abathandanayo)
Yekelani ukuhlukumeza
(Abant'abathandanayo)

Abant'abathandanayo
Bayekeni bajabule
Hlukanani nabo
Hlukanani nabo

Besingekho uma beqala ukuthandana
Yekelan'indaba zabantu ababili
Sezingenwa ngabantu abaningi
Ooh (Beze njani abantu)
Ngoba nje inhliziyo iyazithandela

Ngicela ningenz'abantu
Bafihl'uthando lwamampela
Imindeni, izihlobo, nabangani
Yekelan'ukuxabanisa abantu
Umuntu akathande amfunayo
Azikhethele simjabulele

Angekhe nikhon'ukwenza umuntu
Angasithand'isithandwa sakhe
Hlukanani nabo
Hlukanani nabo

Yekelan'ukuhlukanisa
(Abant'abathandanayo)
Yekelan'ukuxabanisa
(Abant'abathandanayo)
Yekelani ukuhlukumeza
(Abant'abathandanayo)

Abant'abathandanayo
Bayekeni bajabule
Hlukanani nabo
Hlukanani nabo

Sizw'esimnyama
Yekan'abantu bathandane
Izindaba zenhliziyo (Yomuntu ningazingeni)

Uma bethandana
Akukh'okubi lapho
Kuvulek'amazulu
Kujabul'amazulu

Hayi yelele (Imindeni, izihlobo nabangani)
Yekelan'ukuxabanisa abantu
Umuntu akathande amfunayo
Azikhethele simjabulele

Angekhe nikhon'ukwenza umuntu
Angasithand'isithandwa sakhe
Hlukanani nabo
Hlukanani nabo

Yekelan'ukuhlukanisa
(Abant'abathandanayo)
Bayekeleni, bayekeleni
Yekelan'ukuxabanisa
(Abant'abathandanayo)
Hayi helele
Yekelani ukuhlukumeza
(Abant'abathandanayo)
Bayekeleni, bayekeleni, bayekeleni

Abant'abathandanayo
Bayekeni bajabule
Hlukanani nabo
Hlukanani nabo
Droits parole : paroles officielles sous licence Lyricfind respectant le droit d'auteur.
Reproduction des paroles interdite sans autorisation.

Commentaires sur les paroles de Yekelani

Nom/Pseudo
Commentaire
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - Tous droits réservés. www.paroles-musique.com
Connexion membre

Se connecter ou créer un compte...

Mot de passe oublié ?
OU
CREER COMPTE
Sélectionnez dans l'ordre suivant :
1| symbole en haut du smiley
2| symbole à droite de l'ampoule
3| symbole à droite du pouce en l'air
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid