paroles de chanson / Afrotraction parole / Thembisa lyrics  | ENin English

Paroles de Thembisa

Interprète Afrotraction

Paroles de la chanson Thembisa par Afrotraction lyrics officiel

Thembisa est une chanson en Zoulou

Ngiyakuthembisa
Ngiyohlala ngikwenz'ujabule
Ngiyakuthembisa
Ngiyohlala ngileth'uthando kuwe

Ngiyakuthembisa
Ngiyohlala ngikwenz'ujabule
Ngiyakuthembisa girl
Ngiyohlala ngileth'uthando kuwe

Noma kunezinkinga between us
Angeke lishon'ilanga
Ngingakukhulumisi babe
Angeke babe, angeke

I'll make sure ukuthi awukhathali ukuba nami
Ngifuna sibambane ngezandla
And always be happy

Ebumnandini
Nasebunzimeni
Ngobambelela kuwe baby
Kuze kuse ekufeni

Noma kwenzekani
I promise (I'll always be there)
Oh girl (Inhliziyo yakho)
Oh (Ngoyiphathis'okwengilazi)

Ngiyakuthembisa
Ngiyohlala ngikwenz'ujabule
Ngiyakuthembisa
Ngiyohlala ngileth'uthando kuwe

Hmmm
Ngiyakuthembisa baby, baby
Ngiyohlala ngikwenz'ujabule
Ngiyakuthembisa girl
Ngiyohlala ngileth'uthando kuwe

Futhi uhlale waz'inhliziyo yam
Ifuna wena wedwa
Ithanda wena wedwa
My dali yes baby

Woza ngikubonise
Ngezenzo ngikukhombise
Ngikuthand'ukudlula konke
Enginako emhlabeni

Ebumnandini
Nasebunzimeni
Ngobambelela kuwe baby
Kuze kuse ekufeni

Noma kwenzekani
I promise (I'll always be there)
Mntakwethu (Inhliziyo yakho)
Oh (Ngoyiphathis'okwengilazi)

Ngiyakuthembisa mina
Ngiyohlala ngikwenz'ujabule
Hey baby ngiyakuthembisa
Ngiyohlala ngileth'uthando kuwe

Hmmm
Ngiyakuthembisa baby
Ngiyohlala ngikwenz'ujabule
Hmm ngiyakuthembisa girl
Ngiyohlala ngileth'uthando kuwe

Ngiyakuthembisa, ngiyakuthembisa
Noma kwenzekani (Noma kwenzekani)
I promise (I'll always be there)
Hey darling (Inhliziyo yakho)
Oh mina (Ngoyiphathis'okwengilazi)

Oh, oh (Noma kwenzekani)
I'll always (I'll always be there)
Themba mina baby (Inhliziyo yakho)
(Ngoyiphathis'okwengilazi)

Noma kwenzekani (Noma kwenzekani)
I promise (I'll always be there)
Ngokuphatha kahle babe (Inhliziyo yakho)
Eyakho (Ngoyiphathis'okwengilazi)

Noma kwenzekani (Noma kwenzekani)
I promise (I'll always be there)
I'll always be there (Inhliziyo yakho)
Inhliziyo yakho (Ngoyiphathis'okwengilazi)

Ngiyakuthembisa
Ngiyohlala ngikwenz'ujabule
Ngiyakuthembisa
Ngiyohlala ngileth'uthando kuwe
Yeah, yeah, yeah, yeah, oh, oh
Droits parole : paroles officielles sous licence Lyricfind respectant le droit d'auteur.
Reproduction des paroles interdite sans autorisation.

Commentaires sur les paroles de Thembisa

Nom/Pseudo
Commentaire
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - Tous droits réservés. www.paroles-musique.com
Connexion membre

Se connecter ou créer un compte...

Mot de passe oublié ?
OU
CREER COMPTE
Sélectionnez dans l'ordre suivant :
1| symbole en bas de l'étoile
2| symbole à gauche du smiley
3| symbole à gauche de la poubelle
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid