song lyrics / Zola / Stars lyrics  | FRen Français

Stars lyrics

Performer Zola

Stars song lyrics by Zola official

Stars is a song in Zulu

I'm gonna shine in the dark like the stars ebusuku
Sing all day, njengenyoni zezulu
Ngoba ngibonga bonke labantu basekasi
Uthando olungaka nigcwele ngami

I'mma shine in the dark like the stars ebusuku
Sing all day, njengenyoni zezulu
Ngoba ngibonga lapho wena uthathe khona
Was just a little boy manje ngikhulile ngindoda

I’m gonna shine in the dark like the stars ebusuku
Sing all day, njengenyoni zezulu
Ngoba ngibonga bonke labantu basekasi
Uthando olungaka nigcwele ngami

I was just a little boy with big dreams
Back in the days when Biggie sang about the cream
Why ungangikhululi please set me free
This is what I told God, please spread my wings
Nami ngiyayfuna ikaar ecwebezela ama rims
Ngifake ama chain, ama bracelet nama ring
I didn't understand I was too hungry
But uNkulunkulu uyazi ngoba ubek' iskhathi
Yah vele bengikhal' ebusuku
Mangizwa iTsiki Tsiki eshay' ingoma uMdu who
I life beyi flop mededel' iChiskop
Next uMzambiya, anginayo ne 5 Bob
Kwa release uMandoza he yakhuphuk' i-hope
Then I thought to my self that it's now or never
Kusasenjalo wadedela no Mshoza
Damn bonke labantu baphum’ eZola

I’m gonna shine in the dark like the stars ebusuku
Sing all day, njengenyoni zezulu
Ngoba ngibonga bonke labantu basekasi
Uthando olungaka nigcwele ngami

I'mma shine in the dark like the stars ebusuku
Sing all day, njengenyoni zezulu
Ngoba ngibonga lapho wena uthathe khona
Was just a little boy manje ngikhulile ngindoda

Ngibhala lengoma ngoba ngibonga ama fans
Bathenga ama CD noma bengena nex
Some of them are poor, abanawo nama perks
But they come to my show begqoke ama rags
But i-life injalo, baby what’s next?
These are my people, they live in the shacks
If I was a president I'd make you prominent
But ngicula ikwaito ngicel' ukukunik' uthando
Ngicela ukubonga labantwana base kasi
When I pass everyday, babang’ irasi
I don't mind that ngoba vele ngiyazi
Bayaz' eyam' ikaar idilika amaswidi
USbu weChiskop was my classmate
'93, '94 life was not great
UMandoza wangithethisa wath' angitheng' idladla
Ukuze ngenze i-life ibe ngcono kumama

I'm gonna shine in the dark like the stars ebusuku
Sing all day, njengenyoni zezulu
Ngoba ngibonga bonke labantu basekasi
Uthando olungaka nigcwele ngami

I'mma shine in the dark like the stars ebusuku
Sing all day, njengenyoni zezulu
Ngoba ngibonga lapho wena uthathe khona
Was just a little boy manje ngikhulile ngindoda

UMzambiya noMshoza bangibiz' ubhuti
But in the industry badala kunami
Brown Dash, General nale tsotsi uPaputsi
They look after me mangisey' nhlungwini
I can never forget the Godfather - uTsiki Tsiki
Sizwe Lollipop, rest in peace mpintshi yegazi
Kubo bonke labafana abaphusha ama-demo
Ncenga ntwana uyi-future yeKwaito
Shoes ngangikhona mhla uthola i-record deal
Phusha mfana ngoba ithayma libheke wena
G.P Gangster sinilindile bafana
Tumelo don't forget lasiphuma khona
Bravo ukhulile I know u-proud umama
It feels like yesterday si performa edoctor
Brickz sasikhona mhla ubek' i olady
Qina ndoda ekhaya babheke wena

I'm gonna shine in the dark like the stars ebusuku
Sing all day, njengenyoni zezulu
Ngoba ngibonga bonke labantu basekasi
Uthando olungaka nigcwele ngami

I'mma shine in the dark like the stars ebusuku
Sing all day, njengenyoni zezulu
Ngoba ngibonga lapho wena uthathe khona
Was just a little boy manje ngikhulile ngindoda

I'm gonna shine in the dark like the stars ebusuku
Sing all day, njengenyoni zezulu
Ngoba ngibonga bonke labantu basekasi
Uthando olungaka nigcwele ngami

I'mma shine in the dark like the stars ebusuku
Sing all day, njengenyoni zezulu
Ngoba ngibonga lapho wena uthathe khona
Was just a little boy manje ngikhulile ngindoda
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Stars lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the bottom of the padlock
2| symbol at the bottom of the heart
3| symbol at the top of the house
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid