song lyrics / Sun-EL Musician / Inhliziyo lyrics  | FRen Français

Inhliziyo lyrics

Performers Sun-EL MusicianMthandazo GatyaAnzoKenza

Inhliziyo song lyrics by Sun-EL Musician official

Inhliziyo is a song in Zulu

Iyakhal’inhliziyo yam
Oh lalela Mama


S’thandwa lalela
Iyakhuluma lenhliziyo
Ith’ifuna wena
Ng’yacela sondela
Iyakhala lenhliziyo
Ikhalela wena
Ithi soze
Ishaye kahl’um’ungekho
Mu’ngekho
Ithi soze
Ishaye iphile kahl’um’ungekho
Sthandwa lalela
Iyakhulum’inhliziyo yam
Ng’yacela sondela
Iyakhal’inhliziyo yam
Ithi soze
Ishaye kahl’um’ungekho
Mu’ngekho
Ithi soze
Ishaye iphile kahl’um’ungekho


Haaaaahahahaaa
…(Iyakhala lenhliziyo wee)
Heeeehe heeeheyooo
….(Yithulise)
Haaaaahahahaaa
…(Ahhhhhhhahaaa)
Heeeehe heeeheyooo
…(Cel’uy’thulise Mama)


Wemntanomuntu
Njengoba ngilapha
Yingoba ngithunyiwe
Inhliziyo yami
Ithi ngzokulanda

Wemntanomuntu
Ngicel’ ukungahambel’ ubala
Ngoba ngaphandle kwakho kuyoba nzima ukubuyel' ekhaya

Imali yokukulobola ikhona
Imali yokukulobola ikhona
Sekusele ukuthi umane wamukele isibongo
Bese likwamkel' ithonga laami

Ngoba mina angiyiboni impilo
Ungeeekho
Angiliboni uthando ungekho


Haaaaahahahaaa
…(Iyakhala lenhliziyo wee)
Heeeehe heeeheyooo
….(Yithulise)
Haaaaahahahaaa
…(Ahhhhhhhahaaa)
Heeeehe heeeheyooo
…(Cel’uy’thulise Mama)
Haaaaahahahaaa
…(Iyakhala lenhliziyo wee)
Heeeehe heeeheyooo
….(Yithulise)
Haaaaahahahaaa
…(Ahhhhhhhahaaa)
Heeeehe heeeheyooo
…(Cel’uy’thulise Mama)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Inhliziyo lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the right of the helmet
2| symbol at the bottom of the smiley
3| symbol at the top of the star
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid