song lyrics / Steve Kekana / Izinyembezi Zami lyrics  | FRen Français

Izinyembezi Zami lyrics

Performer Steve Kekana

Izinyembezi Zami song lyrics by Steve Kekana official

Izinyembezi Zami is a song in Zulu

Yimi lona ngiguqe phansi
Phambi kwakho weFikile ngicela uthando
Kodwa wena awunginaki
Ush'ukuthi weFikile awuthandi lutho lwami

Izinyembezi zami ngeke zawela phansi
Ngiyakutshela ngeliny'ilanga ngith'uzong'khumbula
Izinyembezi zami ngeke zawela phansi
Ngiyakutshela ngeliny'ilanga ngith'uzong'khumbula

Uhhhh ntombi

Isikhathi ngithi sizokushiya
Uzoguga ungazange uthol'umendo
Bes'uqala ukukhalela izinsuku
Esezadlula kodwa ke ungek'uphinde uzithole

Ngithi izinyembezi zami ngeke zawela phansi
Ngiyakutshela ngeliny'ilanga ngith'uzong'khumbula
Izinyembezi zami ngeke zawela phansi
Ngiyakutshela ngeliny'ilanga ngith'uzong'khumbula

Izinyembezi zami ngeke zawela phansi
Ngiyakutshela ngelinye'ilanga ngith'uzong'khumbula
Izinyembezi zami ngeke zawela phansi
Ngiyakutshela ngeliny'ilanga ngith'uzong'khumbula

Ngithi izinyembezi zami ngeke zawela phansi
Ngeliny'ilanga uzong'khumbula
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Izinyembezi Zami lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the left of the thumbs up
2| symbol to the left of magnifying glass
3| symbol to the right of the cloud
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid