Izulu is a song in Zulu
Izibusiso zeNkos'uJesu zinganele yebo nami ke
Kanti bengingubani
Ngize ngithandwe kangaka izulu
(Izibusiso) zeNkos'uJesu ( zeNkos'uJesu zinganele yebo nami)
Kanti bengingubani (Mina Bengingubani) bengingubani
Nginakekelwe amazulu (Ngize ngithandwe kangaka izulu)
(Izibusiso zeNkos'uJesu) Hallelujah ziyang'landela (zinganele nami ke)
Kanti bengingubani (Mina Bengingubani) bengingubani
Nginakekelwe amazulu (Ngize ngithandwe kangaka izulu)
Jes'uyangazi (uyangazi)
Uyangihlelela (uyangihlelela)
Ehlolisisa (Ehlolisisa)
Eqamb'imcabango yam (imicabango yami)
Kanti bengingubani (Mina Bengingubani) bengingubani
Nginakekelwe amazulu (Ngize ngithandwe kangaka izulu)
Jes'uyangazi (uyangazi)
Uyangihlelela (uyangihlelela)
Ebhek'ukuhamba kwami (Ehlolisisa)
Jesu (imicabango yami)
Kanti bengingubani (Mina Bengingubani) bengingubani
Nginakekelwe amazulu (Ngize ngithandwe kangaka izulu)
Ngakho ke noma ngihamba (noma ngihamba)
Esgodin sethunzi lokufa (ebumnyameni)
Impel'angesabi (min'angesabi)
Uthembekil'uJesu (ngob'uJehov'unami)
Mina ngyamangala (Bengingubani) Mina ngyamangala
Kuze ngithandwe kangaka amazulu
Ngakho ke noma ngihamba (noma ngihamba)
Esgodin sethunzi lokufa (ebumnyameni)
Impel'angesabi (min'angesabi)
Uqoph'imcabango nokuhamba kwam (ngob'uJehov'unami)
Bengingubani na (Mina Bengingubani) impela ngyabuza ke
Kuze ngithandwe kangaka izulu
UJes'uyangazi (uyangazi)
Uyangihlelela (uyangihlelela)
Ebheke (Ehlolisisa)
Eqamb'ukuhamba kwam (imicabango yami)
Impela ng'thandiwe (Bengingubani) Impela ng'thandiwe
Emazulwini (Ngize ngithandwe Kangaka izulu)
Jes'uyangazi (uyangazi)
Uyangihlelela (uyangihlelela)
Ebheke (Ehlolisisa)
Ebheke (imicabango yami)
Mina bengingubani (Bengingubani) Ngiyaz'ang'fanelwe
kodwa ng'thandiw'emazulwini (Kangaka izulu)
Ngiz'buz'imihla yonke (bengingubani)
Ngyaz'buza bengingubani (ngize ngithandwe, kangakla izulu)
Nginakekelwe amazulu (Ngize ngithandwe kangaka izulu)
Bek'ngafanele ngenxa yok'hamba kwam (bengingubani)
kodw'uJesu wang'qapha, wangkhetha mina (Ngize ngithandwe kangaka izulu)
Ngiyazi bengingafanele (bengingubani)
Bengingubani Jesu ngize ngithandwe kangaka izulu