song lyrics / Sjava / Intombi-Yami lyrics  | FRen Français

Intombi-Yami lyrics

Performer Sjava

Intombi-Yami song lyrics by Sjava official

Intombi-Yami is a song in Zulu

Ngithi wen uyintombi yami ngithi washelwa yimi
Manje ufun' ukuthini lana indoda yim
Ngithi wen uyintombi yami ngithi washelwa yimi
Manje ufun' ukuthini lana indoda yim

Ngithi wen uyintombi yami ngithi washelwa yimi
Manje ufun' ukuthini ngempela lana indoda yim
Ngithi wena uyintombi yami ngithi washelwa yimi
Manje ufun' ukuthini ngempela lana indoda yim

Baby maukwatile kumele uhlekiswe yim
Ubuy' emsebenzini umasajwe yim
Only tears of joy maukhaliswa yim
Baby mangilambile kumel' udliwe yim
Ukuthi umuhle kumel' uzazi kumel utshelwe yim
Ngithi engizokutshela kona kuthi uthandwa ndim
Noma maugodola ufudunyezwe yim
Uthando ngizoluvikela kuthi ipoyisa yim

Ngiyazi unako konke awudingi lutho kimi
Ngicela into eyodwa vo
Unginik' ithuba ngibe yindoda
Lokho kungaba yisbusiso kim

Ngithi wen uyintombi yami ngithi washelwa yimi
Manje ufun' ukuthini lana indoda yim
Ngithi wen uyintombi yami ngithi washelwa yimi
Manje ufun' ukuthini lana indoda yim

Ngithi wen uyintombi yami ngithi washelwa yimi
Manje ufun' ukuthini ngempela lana indoda yim
Ngithi wenuyintombi yami ngithi washelwa yimi
Manje ufun' ukuthini ngempela lana indoda yim

Kumel' uvuswe yim ialarm yakho yim
Ukiss wokuqal ekuseni kumele uwunikwe yim
Ngithi amanzi ebhavini ngithi uvulelwe yim
Njalo mauqed'ukugeza ngithi ugcotshiswe yim
Baby khohlwa yimirror sbuko sakho yim

Hayi ubuhle obungaka ufanelwe yim
Mntambama babay uzophekelwa yim
Inkinga zakho ngezam kumele usizwe yimi
Mawuyempini yamaphuphakho kusa kumel' uphekezelwe yim
Mpilo mayiqhwago kumel' ulwelwe yimi

Ngithi wen uyintombi yami ngithi washelwa yimi
Manje ufun' ukuthini lana indoda yim
Ngithi wen uyintombi yami ngithi washelwa yimi
Manje ufun' ukuthini lana indoda yim

Ngithi wen uyintombi yami ngithi washelwa yimi
Manje ufun' ukuthini ngempela lana indoda yim
Ngithi wen uyintombi yami ngithi washelwa yimi
Manje ufun' ukuthini ngempela lana indoda yim

Ngiyimisel' ukuksula inyembezi
Noma angakhitshwanga yi usungowam

Nkinga zakho ngezam (Nkinga zakho ngezami nkinga zakho ngezami)
(Nkinga zakho ngezami nkinga zami ngezakho)
(Nkinga zakho ngezami nkinga zakho ngezami)
(Nkinga zakho ngezami nkinga zami ngezakho)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Intombi-Yami lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the right of the padlock
2| symbol at the bottom of the heart
3| symbol at the top of the star
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid