song lyrics / Sjava / Dali lyrics  | FRen Français

Dali lyrics

Performer Sjava

Dali song lyrics by Sjava official

Dali is a song in Zulu

Mina ungethul’ umthwalo
Nami ungethul’ umthwalo

Uthando lwami bengikunika lona bekungelakho wedwa
Emhlabeni sthandwa sami bekungekho omunye
Bengith’ uyithemba lami
Ngoba ikusasa lami bengilibona kuwe
Bengithi sohlukaniswa yikufa nawe kanti lutho
Bengithi uzongivikel’etheni zami kanti ngobulawa nguwe
Sekusobala kuthi konke wakusho ngami
Okuhle you never meant it
Ngiyisilima yazi ngoba every time you told me that you loved me I believed it

Kodwa inhliziyo yami
Iyafuna ukukuxolela
Inqgondo angeke ivume
Ngibuz’ukuthi
Engabe yini lengaka yini lengaka
Akunika yona, ongayitholi kimi
Engabe yini lengaka yini lengaka
Akunika yona
Enginganayo mina

Awu, dali
Dali, sthandwa sami
Awu, dali
Dali, sthandwa sami
Kanti yini ungenza nje
Kanje kanjena
Kanti yini ungenza nje
Kanje kanjena

Akukuningi engikufuna kuwe bengikufuna kuwe
Mina into elula engekho ingkinga dali kunye
Ukuthi uthando lwethu lube, nenjabulo inyembezi ngabi into eseduze
Bengikuthemba ngempilo yami, manje ngikhala kuze kuse
Akekho ozongiduduza ngathi ngavele ngiduke

Kodwa inhliziyo yami
Iyafuna ukukuxolela
Inqgondo angeke ivume, ngibuz’ukuthi
Ebgabe yini lengaka yini lengaka
Akunika yona, ongayitholi kimi
Engabe yini lengaka yini lengaka
Akunika yona
Ongaytholi kimi weh

Awu, dali
Dali, sthandwa sami
Awu, dali
Dali, sthandwa sami
Kanti yini ungenza nje
Kanje kanjena
Kanti yini ungenza nje
Kanje kanjena

Mina ngaakuthanda bethi ngisuke kuwe
Mina ngakuthanda bethi ngibonani kuwe
Ngakuthanda bethi sokesibone
Ngakuthanda baby
Mina ngaakuthanda bethi ngisuke kuwe
Mina ngakuthanda bethi ngibonani kuwe
Ngakuthanda bethi sokesibone
Ngakuthanda baby
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Dali lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the bottom of the helmet
2| symbol to the right of the bulb
3| symbol to the left of the clock
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid