Imbongolo is a song in Zulu
We sthandwa sami wangithembisa wena
Ukuthi uzongiphatha kahle
Sekutshintshe phi manje
Ulawulwephi manje
We dali sami wangithembisa wena
Ukuthi uzongiphatha kahle
Hayi sekutshintshe phi manje
Ulalelephi manje
We sthandwa sami wangithembisa wena
Ukuthi uzongiphatha kahle
Ha suhlalendlini wathi awuhambi wena
Heyi sebekhulile abantwa bami
Ngiwa ngivuka nabo
Heyi ubaba wabo ubuyel’ amambawo
Heyi sebekhulile abantwa bami
Ngiwa ngivuka nabo
Heyi ubaba wabo ubuyel’ amambawo
Eh wangijikela umuntu
Sengikhalel’ iskhathi sami ngizalel’ imbongolo (Sebekhulile abantwa bami)
Ngizalel’ imbongolo (Ngiwa ngivuka nabo)
Ngibabambe ngamazinyo (Ubaba wabo ubuyel’ amambawo)

(Ubaba wabo ubuyel’ amambawo)
(Babeqinisile ukuthi uthando kaluboni)
(Mina ngibone ngami)
(Yini angikaze ngikuthande uphuza kangaka)
(Babeqinisile ukuthi uthando kaluboni)
(Mina ngibone ngami)
(Yini angikaze ngikuthande uphuza kanjena)
Sengikhalel’ iskhathi sami ngizalel’ imbongolo (Sebekhulile abantwa bami)
Ngizalel’ imbongolo (Ngiwa ngivuka nabo)
Ngibabambe ngamazinyo (Ubaba wabo ubuyel’ amambawo)
Babeqinisile ukuthi uthando kaluboni (Sebekhulile abantwa bami)
Mina ngibone ngami (Ngiwa ngivuka nabo)
Yini angikaze ngikuthande uphuza kangaka (Ubaba wabo ubuyel’ amambawo)

Yini angikaze ngikuthande uphuza kanjena (Ubaba wabo ubuyel’ amambawo)