song lyrics / Leverage_A1 / Kudela Owaziyo lyrics  | FRen Français

Kudela Owaziyo lyrics

Performer Leverage_A1

Kudela Owaziyo song lyrics by Leverage_A1 official

Kudela Owaziyo is a song in English

Lempilo idinga ufasa amatomu
Uyibambe iqine kwabasemnkantsha ubomvu uncele amava uthatha amapointer
Location pin popping kuLit
All this sugar coating nicathi impilo uswidi
At this current juncture im in a place been in a phase
Lapho ngimanqikanqika ngomzila abadala paved in a way disengaged
Kaze kimi balindeleni could i plough and lose the plot
Either way azilime ziye etsheni
Ukuhanjelwa zingqondo akuseyona into etheni
Baningi abahlengi
Eyokuthi koke kulunge kwazi bani
Nawe ubuye uphile Lazaru
Mina sengamukela ukuthi ezethu iyindlela nokho yibuye yibe nameva
Iqala ibhadazele bese iwelela ngalena
Ukube impumelelo uSure case uSure Case
Kube ohlulekayo uyazi ukuthi its okay
Nakuyena kuyoke kuqondane inkosi kudela Owaziyo
Shuthi umuntu angadleka amaBillion
Ngoba inhlanhla zabantu ayifani ezweni
Uthi onamashwa ahlale enzeni
Kudela Owaziyo
Shuthi umuntu angadleka amaBillion
Ngoba inhlanhla zabantu ayifani ezweni
Uthi onamashwa ahlale enzeni
Kanti singoba Sizinsizwa Maye Khula khula Jongo
Uyicaphunela iyinsiza eziyokulamulelaKuLaka oluthe Qe
Mhla yehlelwa Amashwa ivika nokungamagabede
Aphephethwa impilo Eshe mhla ikujikela ithi azikunethe
Kocothozayo ohamba
Nezimo ezimupoqozayo Angawi
Ubokhokhoba kulamalangabi
UMdali uyokupopola, ngeke angalwi
Khohlwa okuzwayo
Ave kukukhulu lokhu okuzayo
Lona okuzondayo intuthuko yakho imushayisa ngoValo
Ezethu iyindlela nokho yibuye yibe nameva
Iqala ibhadazele bese iwelela ngalena
Ukube impumelelo uSure case uSure Case
Kube ohlulekayo uyazi ukuthi its okay
Nakuyena kuyoke kuqondane inkosi kudela Owaziyo
Shuthi umuntu angadleka amaBillion
Ngoba inhlanhla zabantu ayifani ezweni
Uthi onamashwa ahlale enzeni
Kudela Owaziyo
Shuthi umuntu angadleka amaBillion
Ngoba inhlanhla zabantu ayifani ezweni
Uthi onamashwa ahlale enzeni
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.
Writers: Andile Myeni, Sandile Myeni
Copyright: O/B/O DistroKid

Comments for Kudela Owaziyo lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the top of the cross
2| symbol to the right of the camera
3| symbol at the top of the smiley
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid