song lyrics / Düncan / Balaclava Intro lyrics  | FRen Français

Balaclava Intro lyrics

Performer Düncan

Balaclava Intro song lyrics by Düncan official

Balaclava Intro is a song in Zulu

Vele ukhul' eystraadi
Impilo ibhimba, esniffa
Abheme abeta, abone ngathi umhlaba uya spina
Impilo yamasimba, akana tissue yokuziphipha
Unamahloni akabheki abantu, mayehamba uyazifihla
Kudala efaka ama CV, lutho ispani kunzima
Kudala egijimela i-win, kodwa lutho ukuwina
Impilo yakhe inyongo, manje ulwa nokuyikhipha
Akabazi abazali, uyintandane ku bitter
Uthunukele emoyeni, inhliziyo iyabhibha
Waqhuzuka endleleni, ayehamba nabo bamshiya
Noma elula isandla ebamemeza bamziba
Wafunda ne-bhayibheli, lutho i'impendulo ukuzifica
Wabuka isibhakabhaka, wasefela amathe encimfa
Waqonda ekameleni, wasethatha intshiza eyi brija
Wakhumula irosali, neyinyembezi zabe ziwa
Wathatha ibalaclava, wabe eyifaka ebusweni e'ifihla

Sho Skuva
Lona uNomfundo Mkhwanazi
Amajita ayamhlonipha
Icherrie esindisiwe sbali 'ma ihamba iyazizwa
Igqok' is'keti es'bhula phansi, ivangeli uyaliphila
Ma kuqhamuka yena njayami itopic iyashintsha
Kujuluka amajita ezinwaya amakhanda, ayamdinga
Kugidagida inhliziyo, zonke zifisa ukuzibika
Lo mntwana usejangele amabhubesi ayamcinga
But inyamazane esmart s'bali abasoze bayifica
Izinto ziqale ukubhimba, umakaNomfundo esesicker
Kuphambana abazalwane, befika bezomsiza
Kodwa osekulotshiwe ebhayibheleni awunakushintsha
UmakaNomfundo mfana ukufa kugcine kumgwinya
UNomfundo usele yedwa, ukhanda iqhinga lokuphila
Impilo yabanzima, nesgele wagcina esjinda
Wagqok' is'gqebhe waya ePoint, manje uyathengisa
Wathatha ibalaclava, waba eyifaka ebusweni eyifihla

Sho Skuva
Nangoke umfundisi uGumede
Ngentshumayelo uyashisa
Udume indawo yonke 'ma use'insizini uyakukhipha
Uthandaza akhulume i'ilimu idimoni selilwa
Baningi abamuthembayo ngokubakhiphela i'inkinga
Bathi mayebathandazela i spirit bayasizwa
And u powerful, umthandazo wakhe uyasinda
Banikela nge'imali e'inkulu esontweni abasiza
Akazwani nokungcolo yingakho umphakathi umhlonipha
Nangoke usathane esefika emhlasela ngeqhinga
Efika njengosisi ozocela ukuqedelwa i'inkinga
Ufuka ugqoke isigqebhe, vele i-aim yakhe ukumlinga
Imizwa yendoda yisilima iyagijima
Wase emthandazela, isitho sangasese esithinta
Akuphelanga nesikhathi eside, baqala ba kisser
Wathatha ne condom, wabe eyifaka esheshisa
Wadonsa ibalaclava wase eyifaka ebusweni eyifihla
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.
Writer: DUNCAN MBAMBO

Comments for Balaclava Intro lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the top of the helmet
2| symbol at the bottom of the camera
3| symbol at the bottom of the house
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid